Vídeo da música
Músicas mais populares de Buhlebendalo
Músicas semelhantes
Créditos
PERFORMING ARTISTS
Buhlebendalo Mda
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Buhlebendalo Mda
Composer
Sipho Sithole
Composer
Sthembiso Twala
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Sipho Sithole
Producer
Letra
Mina ngiyagula
Bayangihleka
Mina ngiyagula
Bayangihleka
Mina ngiyagula
Bayangihleka
Mina ngiyagula
Bayangihleka
Mina ngiyagula (banomona lababantu)
Bayangihleka
Mina ngiyagula (banomona lababantu)
Bayangihleka
Kanti abazi ukuthi
Mina ngithwele abantu mina
Kanti abazi ukuthi
Mina ngiphethe abaphansi
Kanti ubani othe idlozi liyongilahlekisa
Abazi ukuthi lelidlozi liyaphilisa
Kanti abazi ukuthi
Ngiphethe abantu mina
Kanti abazi ukuthi
O ngithwele abaphansi
Kanti ubani othe idlozi liyongilahlekisa
Abazi ukuthi lelidlozi liyaphilisa
Nansi inyoka (unamandla bhubhesi)
I ye i ye i ye (unamandla)
Nansi inyoka (unamandla bhubhesi)
I ye i ye i ye (unamandla)
Nansi inyoka (unamandla bhubhesi)
I ye i ye i ye (unamandla)
Nansi inyoka (unamandla bhubhesi)
I ye i ye i ye
Mina ngiyagula
Bayangihleka
Mina ngiyagula
Bayangihleka
Mina ngiyagula
Bayangihleka
Mina ngiyagula
Bayangihleka
Nansi inyoka (e he e)
I ye i ye i ye (nansi inyoka)
Nansi inyoka (e he e)
I ye i ye i ye (nansi inyoka)
Nansi inyoka (e he e)
I ye i ye i ye (nansi inyoka)
Nansi inyoka (e he e)
I ye i ye i ye
Kanti abazi ukuthi
Mina ngithwele abantu mina
Kanti abazi ukuthi
Mina ngiphethe abaphansi
Kanti ubani othe idlozi liyongilahlekisa
Abazi ukuthi lelidlozi liyaphilisa
Kanti abazi ukuthi
Mina ngithwele abantu mina
Kanti abazi ukuthi
Mina ngiphethe abaphansi
Kanti ubani othe idlozi liyongilahlekisa
Abazi ukuthi lelidlozi liyaphilisa
Nansi inyoka (e he e)
I ye i ye i ye (nansi inyoka)
Nansi inyoka (e he e)
I ye i ye i ye (nansi inyoka)
Nansi inyoka (e he e)
I ye i ye i ye (nansi inyoka)
Nansi inyoka (e he e)
I ye i ye i ye
Nansi inyoka
Mina ngiyagula (banomona lababantu)
Bayangihleka
Mina ngiyagula (banomona lababantu)
Bayangihleka
Writer(s): Sipho Sithole, Reinhard Sthembiso Twala
Lyrics powered by www.musixmatch.com