Vídeo da música

Nomfundo Moh - Isandla Sikamama (Visualizer)
Assista ao videoclipe da música {trackName} de {artistName}

Apresentado no

Créditos

PERFORMING ARTISTS
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Martin Manqoba Sosibo
Martin Manqoba Sosibo
Producer

Letra

Yeah you know it Mama cel' ung'khanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Ngikhanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Empilweni yami (Iih) Kuhambe kwahamba iNkosi yabiz' iQhawekazi lami (Iih) Mihla ngemihla Mina ngihlezi nginok'fisa Ngilokhu ngilangazelela Ukubon' ubuso bakhe Hay' uyadel' osanomama wakhe (Abanye balele emangcwabeni weh) Mama cel' ung'khanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlеl' ek'mele ngihambе ngayo Ngikhanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Ndlovukazi yami enomoy' obunene Ntombi yakwabo enesineke eh (eh heh) Oh mina ngkhumbul' umama Ngiyalangazelela Ukuthol' eliny' ithuba nawe Ngincokole nawe Impilo ngab' ingcono ukube ngsesenawe Mama cel' ung'khanyisele (khanyisa Mama) (Khanyis' indlela), ulul' isandla sakh' ungibonise (khanyisa Mama) Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Ngikhanyisele (khanyisa Mama) Ulul' isandla sakh' ungibonise (khanyisa Mama) Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama cel' ung'khanyisele (khanyisele!) Ulul' isandla sakh' ungibonise (ungibonise) Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Ngikhanyisele Ulul' isandla sakh' ungibonise Indlel' ek'mele ngihambe ngayo Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama) Mama weh (Mama)
Writer(s): Martin Manqoba Sosibo, Nomfundo Ngcobo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out