Vídeo da música
Músicas mais populares de Musa
Créditos
PERFORMING ARTISTS
Kwesta
Rap
Musa Sukwene
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Musa Sukwene
Composer
Tabure Thabo Bogopa
Composer
Civil Motha
Composer
Senzo Vilakazi
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
JR
Producer
Musa Sukwene
Producer
Letra
Ngifuna ilobola, noma sihlale ebackroom
Bathi anginay' imali yelobola (bola, bola)
Ngoba ngihamba nge corolla (rola, rola)
Ngicel' ungithembis' ukuthi uzongithanda
Noma sihlal' ebackroom
Ngicel' ungithembis' ukuthi uzongithanda
Noma shlal' ebackroom
Bathi anginay' imali yelobolo (bola,bola)
Ngoba ngihamba nge corolla (rola,rola)
Ngicel' ungithembis' ukuthi uzongithanda
Noma shlal'ebackroom
Ngicel' ungithembis' ukuth' uzongithanda
Noma shlal' ebackroom
Awu abakhulum' abakhulume (khulume)
Mina ngiz'khethele wena (ngizikhethele wena)
Bathi ngiphanda kancane, awu min' angina plan
Kodw' inhliziy' ayiphakelwa yona
Mabakhulum' abakhulume (khulume)
Mina ngiz'khethele wena (ngizikhethele wena)
Bathi ngiphanda kancane, bathi mina angina plan
Kodw' inhliziy' ayiphakelwa yona
Bathi anginay' imali yelobola (bola,bola)
Ngoba ngihamba nge corolla (rolla, rolla)
Ngicel' ungithembis' ukuth' uzong'thanda
Noma shlal' ebackroom
Ngicel' ungithembis' ukuth' uzong'thanda
Noma shlal' ebackroom
Bathi anginay' imali yelobola (bola, bola)
Ngoba ngihamba nge corolla (rola, rola)
Ngicel' ungithembis' ukuth' uzong'thanda
Noma shlal' ebackroom
Ngicel' ungithembis' uzongithanda (yeh)
Noma ngihlal' ebackroom (ungangishiyi blomer nawi, I swear sizoba sharp)
Vele bang'biz' isrob lab, idog Zulu, istop sign
Sika Nok'thula, into yok'lahla, isganga senkulumo
Banikabi bathi ang'nay' ilokhunja
And vele ngiskoprub esok'sul' inyembezi
Vele ngistop sign, ngifun' uhamb' ungabheki
Angiy' into yokulahlwa, ngiphandimal' esgangeni
Vel' anginoyo that thing ngipheth' izintweziningi
Ngibamb' isandla my love asingabanaki
Asbal' imali sthandwa singabali abantu
Nom' ingasidaka lengizoy'phush' izihambe
Awu yimi nawe dali, lab' angibasabi
Casha kimi ngicashe kuwe, siqashisiwe sinceng' ibhilidi
Kodwa casha kimi ngicashe kuwe, bavuke sibaqashile
Kodwa sidle
Bathi anginay' imali yelobolo (bola,bola)
Ngoba ngihamba nge corolla (rola, rola) corolla
(Ngiphe wena ka left)
Ngicel' ungithembis' ukuth' uzongithanda (ngiyakutshela ngizoba mnandi)
(Noma singahlalaphi) ngicel' ungithembis' ukuth' uzongithanda
(Vele bazokhuluma uyabo) bathi anginay' imali yelobola (bola bola) lobola
(Ngoba ngizincengela ngeskorokoro sani)
Ngoba ngihamba nge corolla (rola, rola)
Kodwa leskorokoro masphethe wena hhayi ngiyakutshela (corolla)
Ngithembis' uzongithanda, uma shlal' ebackroom
(Noma singayaphi emhlabeni kuyafana) ngicel' ungithembis' uthi uzongithanda
Noma sihlal' ebackroom (la kule backroom yethu)
Cel' ungithembis' ukuthi uzong'thanda noma sihlale backroom
Anginay' eyelobola
Writer(s): Jacob Kreider, Michael Goode Jr, David Peters
Lyrics powered by www.musixmatch.com