Letra

Ng'yabonga (thank you) Ng'yabonga (ng'yabonga) (eshe-e) Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha Amandla Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa K'nini ng'loku ng'zabalaza Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha Amandla Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa K'nini ng'loku ng'zabalaza Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka Yazi nginok'hlala phansi ngiy'buze Ngiy'buzisise ngabe kwenzenjani na Ngabe nkonke loku'kuphomunye Ngoba mina nginjani, yin'ukhethemina Nkosi yathi kimi mntanami ungay'buzi imbuzo Ngob'impendulo ik'lob'nzima ophuma kubo Yakhumbula k'nzima umamakho bemhleka Mvul'ezingapheli emgwaqeni zimnetha Uzam'uhluleka kodw'uloku ukhuleka Thath'iz'busiso ngob'awulahlanga ithemba Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha amandla Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa K'nini ng'loku ng'zabalaza Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha amandla Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa (kababa) K'nini ng'loku ng'zabalaza Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka Ngoba ng'cula lengoma, ang'thand'ukuy'cula ngedwa Nawe bekezela, nowakh'umndeni uzowakhela Hlengiwe Mhlaba wathalalela K'thiwe nganqamb'amanga Buk'amanje uNkulunkulu yang'blesser Wemama mina ng'yak'thanda mama wami Ubaba uy'dloz'elihle empilwen'yami Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha amandla Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa K'nini loku ng'zabalaza Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha amandla Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa K'nini loku ng'zabalaza Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka
Writer(s): Makhubo Sihle Jabulani, Nkosi Ruff Mfanafuthi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out