album cover
Ngiyakuthanda
album cover
Ngiyakuthanda foi lançado em 28 de julho de 2017 por Gallo Record Company como parte do álbum Never Lost
Released28 de julho de 2017
EditoraGallo Record Company
BPM89
Melodicidade
Acústica
Valência
Dançabilidade
Energia

Vídeo de música

Vídeo de música

Letra

Mmh
Uyachakaza, mbali yami
Hmm
Ubuhle bakho abuvamile
Bangakufanisa kodw' akekho onjengawe
Wena sthandwa sami
Hmm
Amehlo akho afudumez' umphefumulo wami
Inhliziyo yam' iyajabula
Umlomo wami awuvumi ukuthula
Bangakufanisa kodw' akekho onjengawe
Wena sthandwa sami
Ngiyakuthanda
Ngiyakuthanda
Ngiyakuthanda
Heh hee heh
(Wena sthandwa sami)
Heh hee
(Ngiyakuthanda), ngithanda wena wedwa
(Ngiyakuthanda), ngizithandel' ubuhle bakho
(Ngiyakuthanda), ngithi mamatheka
Heh hee oh mhh
(Wena sthandwa sami)
Mhh ohh ooh
Ngizokuphatha kahle
Ngikunakekele
Ngitjele lonk' ilizwe ngawe dali wami
Intokaz' eyangthathel' inhliziyo yami
Wena sthandwa sami
Ngiyakuthanda (ohh oh ooh)
Ngiyakuthanda (ohh oh ooh)
Ngiyakuthanda (ohh oh ooh)
Heh hee heh
Wena sthandwa sami
Ngiyakuthanda (ohh oh ooh)
Ngiyakuthanda (ohh oh ooh)
Simomondiya sami
Heh hee heh, oh baby wami (ohh oh ooh)
Wena sthandwa sami
Ohh sthandwa sami (wena sthandwa sami)
Ukuba nawe nje ilanga elilodwa
Nginganikela konke okwami
Ngingakulinda iminyaka neminyaka
Kuhleke mphefumulo wami
(Ngiyakuthanda) Ngiyakuthanda
(Ngiyakuthanda) ohh sthandwa sami
(Ngiyakuthanda) Heh yeah baby
(Wena sthandwa sami) mhh ohh ooh
(Ngiyakuthanda ohh oh ooh) woo ooh
(Ngiyakuthanda ohh oh ooh)
(Ngiyakuthanda ohh oh ooh), Ngizotjele bonk' abantu
Ukuthi wena (wena sthandwa)
Uwin(e) inhliziyo yami
Sthandwa sami
Hmm
Muntu wami
Mhh
Moyizela
Mamatseka
Written by: Thando Gugulethu Glissanda Mathebula
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...