album cover
Intro
album cover
Intro foi lançado em 28 de agosto de 2026 por Yazo Entertainment como parte do álbum Indlela
ÁlbumIndlela
Lançamento28 de agosto de 2026
EditoraYazo Entertainment
BPM70
Melodicidade
Acústica
Valência
Dançabilidade
Energia

Letra

Ta-la-la-la-la-la-la-la-la (siya kubayede)
Hheyi hololo (tha-la-la-la-la-la-la-la) uhm
(Zii, le, la-la-la-la) aji
Namanje ngiyanicela mamelani (aji)
Vulan'izindlebe lalelani (aji)
Ngiyanibingelela sanibonani (aji)
Musan'ukungiziba sanibonani (aji)
Yinde lenyathuko phumulani (aji)
Hlalan' ninethezeke nixoxe nami (aji)
Zinyanya zakwaZulu zihleli nani (aji)
Ukuthi ningobani khumbulani (aji)
Bayede nkonyane kandaba (aji)
Simaviyoviyo thina uma sihlangana (aji)
Bayede ngiyakwesaba weh ngonyama (aji)
Nab'abantu bakho beqedana (aji)
Yehlis'ithongo lokubumbana (aji)
Yehlis'ithongo lokuthandana (aji)
Sihamba njengebutho likaBhambatha (aji)
Inzondo ekade ikhona siyay'gandaya (aji)
Thokoza, thokoza thongo lami (aji)
Thokoza, thokoza thongo lami (aji)
Ikusasa lifiphele ngempela (aji)
Hhawu naku ngibon'okumnyama (aji)
Qonqoza, qonqoza kusasa lami (aji)
Qonqoza, qonqoza kusasa lami (aji)
Khon'isizukulwana esidukileyo (aji)
Khon'isizukulwana esidukileyo (aji)
Written by: Lindokuhle Mqobi Msimango

Loading...