Видео

Edokodweni
Смотреть видео на песню «{artistName} — {trackName}»

В составе

Создатели

ИСПОЛНИТЕЛИ
Sjava
Sjava
Исполнитель
МУЗЫКА И СЛОВА
Jabulani Makhubo
Jabulani Makhubo
Автор песен
Ruff
Ruff
Композитор
ПРОДЮСЕРЫ И ЗВУКОРЕЖИССЕРЫ
Ruff
Ruff
Продюсер

Слова

Baba ngiyabonga uklalela imithandazo yo mama Babekhal' oma' bekhal' emadokodweni Baba ngiyabonga ukulalela imithandazo yo baba bethu Babekhal' obaba bekhal' emadokodweni Ngiyawazi amandla aphuma emthandazweni edokodweni mina ah ah aha Wangenza nami ngaba yindod' emadodeni ungibona nginjena Ngiyawazi amandla aphuma emthandazweni edokodweni ah ah aha Wangenza nami ngaba yindod' emadodeni ungibona nginjena Baba ngiyawbonga umusa wakho Nalothando ongipha lona njalo, baba ngingasuki emehlweni akho Cel' ungeluse ungvikele njalo, bantu bayaybuza (bayaybuza bayaybuza) Waz-waythand' imbunguluza (mbunguluza, mbunguluza) ngiyababuka mebakhuluma Ngobenhliziyweni yami akekho owala umuzi Baba wangbusisa ngekhaya intesele baba ukganwa Kungeke kthuthuke ngakuzwa, wathi ngkhethe inqondo ayi umzimba ndlela zobumyama ngiiyaziyeyisa Dala mayekiswa (yekiswa) withi iNkosi ikubusise ngiyazi uSatana usenqotshiwe Baba ngiyabonga uklalela imithandazo ka mama Babekhal' oma' bekhal' emadokodweni Baba ngiyabonga ukulalela imithandazo yo baba bethu Babekhal' obaba bekhal' emadokodweni Ngiyawazi amandla aphuma emthandazweni edokodweni mina ah ah aha Wangenza nami ngaba yindod' emadodeni ungibona nginjena Ngiyawazi amandla aphuma emthandazweni edokodweni ah ah aha Wangenza nami ngaba yindod' emadodeni ungibona nginjena Wowu kunaMakhosi kulama dokodo Kunabantu baksasa kulama dokodo (khona amaKhos' ami kulama dokodo) NamaKhosana kulama dokodo Nama qhawe akhuthele kulama dokodo Awekh' amavila kulama dokodo, vikela intab' ephezulu kulama dokodo oh oh oh Ngeke ngihlale ngingafiki lapho ubaba efuna ngifike khona (ay angeke ay angeke) Ngoba gibela istimela (samampondo) gibela istimela samampondo Hambo lwami ngeke balivimve ngiyoze ngfike lapho ubaba afuna ngifike khona (ay angeke ay angeke) Gibela istimela samampondo, gibela istimela samampondo Baba ngiyabonga uklalela imithandazo ka mama Babekhal' oma' bekhal' emadokodweni Baba ngiyabonga ukulalela imithandazo yo baba bethu Babekhal' obaba bekhal' emadokodweni Ngiyawazi amandla aphuma emthandazweni edokodweni mina ah ah aha Wangenza nami ngaba yindod' emadodeni ungibona nginjena Ngiyawazi amandla aphuma emthandazweni edokodweni ah ah aha Wangenza nami ngaba yindod' emadodeni ungibona nginjena
Writer(s): Jabulani Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out