Похожие песни
Создатели
ИСПОЛНИТЕЛИ
Jaymadness ka Nobhalane
Вокал
МУЗЫКА И СЛОВА
Shiwe Unathi Mthwazi
Автор песен
ПРОДЮСЕРЫ И ЗВУКОРЕЖИССЕРЫ
Novex beats
Продюсер
Слова
(Angiyindawo mina)
(Angiyindawo)
Kudala ngizitshela ukuthi inkinga ik'mina
Umbuzo, ngabe ngiyophumelela mina?
Bathi abadala kuyokusiza ukulinda
Angikaze ngazitshela ukuthi ngiyoke ngilahle ithemba mina
Kulomuzi angiyindawo
Lempumelelo ngeyami angiyindawo
Ngizohlala khona la ethembeni angiyindawo
Ngoba la engsuka khona ngeke ufike ngezinyawo
Ngeke ngikushiye sthandwa sami ngkhona angiyindawo
Noma bezamazamisa ukholo lwami angiyindawo
Angiyindawo
Angiyindawo
Bayangiqanganisela mina uma nginawe
Izolo benghlupheka bangikhiph' inyumbazane
Manje ungzalel'amantombazane Nomawele
Ngwelecheche yama Juda sithandazele
Baqala bangqongqoza kwami base bechel'intelezi
Kanti lendele onwabini idlozi lami lababambela ekhoneni
Kanti kulomhlaba mina ngangoneni
Hhashi elimhlophe noVezuthando bangivikela
Kudala ngizitshela ukuthi inkinga ik'mina
Umbuzo, ngabe ngiyophumelela mina?
Bathi abadala kuyokusiza ukulinda
Angikaze ngazitshela ukuthi ngiyoke ngilahle ithemba mina
Kulomuzi angiyindawo
Lempumelelo ngeyami angiyindawo
Ngizohlala khona la ethembeni angiyindawo
Ngoba la engsuka khona ngeke ufike ngezinyawo
Ngeke ngikushiye sthandwa sami ngkhona angiyindawo
Noma bezamazamisa ukholo lwami angiyindawo
Angiyindawo
Angiyindawo
Ntshilo ntshilo mina ngathi sengivuthiwe
Ngangena ngaphum' othandweni manje sengaliwe
Ngizwe ngabasiki bebunda bethi
Ngeke bayeke ukukhuluma ngathi
Amathe abuyela kwasfuba
Sofa silahlane we juba
Ngibheme ngakholwa wena wecuba
Ngicela uvule inhliziyo yakho sthandwa
Unginike elinye ithuba
Ngabuza umama, mama ungizaleleni
Kulomhlaba la ningiphatheleni
Uxolo mdali ngicela ungithethelele kodwa...
Kudala ngizitshela ukuthi inkinga ik'mina
Umbuzo, ngabe ngiyophumelela mina?
Bathi abadala kuyokusiza ukulinda
Angikaze ngazitshela ukuthi ngiyoke ngilahle ithemba mina
Kulomuzi angiyindawo
Lempumelelo ngeyami angiyindawo
Ngizohlala khona la ethembeni angiyindawo
Ngoba la engsuka khona ngeke ufike ngezinyawo
Ngeke ngikushiye sthandwa sami ngkhona angiyindawo
Noma bezamazamisa ukholo lwami angiyindawo
Angiyindawo
Angiyindawo
Writer(s): Shiwe Mthwazi
Lyrics powered by www.musixmatch.com