Lyrics

Zaphela izinto zabantu Mabefika bethi ngqongqoza vula bo (oh yeah, oh yeah) Oh zaphela izinto zabantu Mabefika bethi ngiphe uyanika Kunini bathi vuk' ulele Uzophaphama nini? Sekunjalo Oh kutheni ukhuluma ngabantu bo? Indaba zabantu azenzwa njalo Ezakho zikhulunywa ngubani na? Zinakwe ngu-we wena wedwa Kwakutheni ukhuluma ngabantu? (kwakutheni kutheni?) Indaba zabantu azenzwa njalo (azenzwa njalo) Ezakho zinakwe ngubani na? (ngubani na? ubani na?) Wena wedwa Kuyoze kube nini sibulalana sodwa bo? Umuntu umuntu ufana nawe Yekela ukuchitha igazi labantu Linjalo lifana nelakho oh Kuyoze kube nini sibulalana sodwa? Umuntu umuntu ufana nawe Yekela ukuchitha igazi labantu (igazi labantu) Linjalo lifana nelakho Zaphela zaphela ingane zabantu Zihlushwa njalo ub'suku nemini bo Kutheni uhlupha imizi yabantu? (oh oh, oh oh) Iba nobuntu uvul' indlela zakho Kwenzenjani na wena u-busy uhluphana nabantu Awunakhaya na uhleli ubheke iz'nto zabantu? Kutheni uhlupha imizi yabantu? Iba nobuntu uvul' indlela zakho Kwenzenjani uhluphana nabantu Kwenzenjani ukhuluma ngabantu bo? Awunakhaya na uhleli ubheke iyinto zabantu? Injalo, nakezakho Kwakutheni ukhuluma ngabantu (kutheni kutheni bo?) Indaba zabantu azenzwa njalo (azenzwa njalo) Ezakho zinakwe ngubani na? (ngubani na? ubani na?) Wena wedwa Kuyoze kube nini sibulalana sodwa bo? Umuntu umuntu ufana nawe Yekela ukuchitha igazi lomuntu Linjalo lifana nelakho oh Kuyoze kube nini sibulalana sodwa bo? (kuyoze kube nini na, nini na?) Umuntu umuntu ufana nawe (mins nawe) Yekela ukuchitha igazi labantu (igazi labantu) Linjalo lifana nelakho Zaphela zaphela ingane zabantu Zihlushwa njalo ub'suku nemini bo Kutheni uhlupha imizi yabantu? (bayakhala abazali) Iba nobuntu uvul' indlela zakho Kwenzenjani na wena u-busy uhluphana nabantu Awunakhaya na uhleli ubheke iz'nto zabantu? Kutheni uhlupha imizi yabantu? (akwenzwa njalo) Iba nobuntu uvul' indlela zakho
Writer(s): Christos Katsaitis, Ignatius Motshwane Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out