album cover
Konakele
18,574
African
Konakele was released on October 19, 2018 by 80nine 90one (PTY) LTD as a part of the album Iscephu
album cover
AlbumIscephu
Release DateOctober 19, 2018
Label80nine 90one (PTY) LTD
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM114

Credits

PERFORMING ARTISTS
Mnqobi Yazo
Mnqobi Yazo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lindokuhle Mqobi Msimango
Lindokuhle Mqobi Msimango
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Lindokuhle Mqobi Msimango
Lindokuhle Mqobi Msimango
Producer

Lyrics

Ngiyabuza we madoda
Ngiyabuza, niyophelelaphi na?
Lezinyembez' ey'ngaka
Zey'ngane zabantu
Ngabe noy'sula ngani na?
Ngoba ngithi, konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yom'bhemu (konakele)
Konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yom'bhemu (konakele)
Konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yombhemu (konakele)
Konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yom'bhemu
Ungab' omthemba umuntu wes'lisa
Noma ngabe sekunjani
Ngoba uthando lwakhe luyagcogcoma
Lumi ngeyinyawo ahleli phansi
Ngoba uthanda lona, athande lona
Wena usale uhleli phansi
Uthi usathi uyavuka kuqhamuke omunye
Naye futhi akushiye phansi
Mawumthanda ungamthanda
Kodwa kumele ubheke nenhliziyo
Mangabe uqhubeka umthanda
Kumele uvule nenqondo bo
Hhayi ukuthi thina madoda asinalo uthando
Pho ke yini inkinga?
Nidlala ngeyingane zabantu, yeh
Ngiyabuza we madoda
Ngiyabuza, niyophelelaphi na?
Lezinyembez' ey'ngaka
Zey'ngane zabantu
Ngabe noy'sula ngani na?
Ngoba ngithi, konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yombhemu (konakele)
Konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yom'bhemu (konakele)
Konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yombhemu (konakele)
Konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yom'bhemu
Ngiyacela sis' wami
Ungavumel' ukudlala labafana bo
Izingane zo stanisi love
I-realism ziyishaya blind bo
Awu zona zokuchutha
Zinamanga ashisayo
Bengicel' ubheke
Bengicel' ubheke ngan'yakwethu bo
Ngicel' ungilalele sisteri
Mina angeke ngadlala ngawe
Noma ngabe uthando lwenu lusaluhle
Kodwa kumele uhlale phansi ucabange
Hhayi ngoba nami ntombi ngizenza muhle
Nami ngiyindoda ntombi ngicela ungibheke kahle bo
Ngiyabuza we madoda
Ngiyabuza, niyophelelaphi na?
Lezinyembez' ey'ngaka
Zey'ngane zabantu
Ngabe noy'sula ngani na?
Ngoba ngithi, konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yombhemu (konakele)
Konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yom'bhemu
Konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yombhemu (konakele)
Konakele, konakele
Konakele, konakele
Nkunzi yom'bhemu
Written by: Lindokuhle Mqobi Msimango
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...