Music Video
Music Video
Credits
PERFORMING ARTISTS
Duncan
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Sicelo Gowane
Composer
Sphamandla Mbambo
Lyrics
Jabulani Mthembu
Lyrics
Philani Duma
Lyrics
Khanyisani Mazibuko
Lyrics
Emille Ngcobo
Lyrics
Siphiwe Sikhakhane
Lyrics
Lyrics
[Verse 1]
Eh Scelo Gowane
Ukhe wabona mfethu uthandane nomuntu mfethu
Akunike uthando kodwa wenu udlale ngalo ukuthi ungamnaki
Until aze agive up kuwena athandane nomunye umuntu
Lebhari ivele imenzele zonke izinto ekade ungazenzi, mese boom
Use uyarealise kuthi yoh mfethu lengane ngiyayithanda
[Verse 2]
Ngyamthanda lo (Ungowam lo)
Oooh mina ngyamthanda lona (Ungowam lo)
Ooh mina ngyamthanda...lo (Ungowam lo)
Mina ngyamthanda lo (Ungowam lo)
Ngyamthanda lo (Ungowam lo)
Oooh mina ngyamthanda lona (Ungowam lo)
Ooh mina ngyamthanda...lo (Ungowam lo)
Mina ngyamthanda lo (Ungowam lo)
[Verse 3]
Nhliziyo yami (Ngcingci bo)
Yakhala ngawe wena (Ngcingci ngcingci ngcingci bo)
Yewena weeh.. yewena weeh
Haaaa weeeh
Yakhala yakhala yakhala weeeh..."ngcingci boh"
Buyela kimi...
Ah yebo baba, wena wena wena yeah yeah yeah
[Verse 4]
Ey wena weh sthandwa sam
Bheka skuva, ngakuthanda wangithanda wena sathandwa wangifundisa ukuthanda
Bewunguthakazela makubheda ungipha ispirit mangikhathala
Bewungitshela ukuthi kuzolunga ngisebunzimeni ungikhuthaza
Wayiphakela uthando inhliziyo wayikhipha kulamakhaza
Noma ngiqhuzuka endleleni bewulula isandla ubungibamba
Nga cheater wangibamba
Nga cheater futhi still wangithanda
Bakuhleka wakhala
Bakuhleba obo ndaba waba ihlaya
Kubabuhlungu mangicabanga izinhlungu engizenze kuwe bo
Kodwa bengiyintwana bengibhayiza benginziwa ukukhula
Abo achuz bengikhuza bethi skuva lona uzomluza
Kodwa ngenandaba ngalaleli bengilibele ukuphuza
Namhlanje ngyakuluza inhliziyo ibuhlungu ngathi ngyaphupha
Namhlanje uyashada nenye ioutie le pain kim ayinakudlula
Impilo umuncu manje ngathi ngidla imdokwe unolamula
Ivarie ngizokulhumbula and ukuku khohlwa angeke kube lula
Ngikushiye emvuleni ungena ambrella wagcina umuka
[Verse 5]
Ngyamthanda lo (Ungowam lo)
Oooh mina ngyamthanda lona (Ungowam lo)
Ooh mina ngyamthanda...lo (Ungowam lo)
Mina ngyamthanda lo (Ungowam lo)
Ngyamthanda lo (Ungowam lo)
Oooh mina ngyamthanda lona (Ungowam lo)
Ooh mina ngyamthanda lo (Ungowam lo)
Mina ngyamthanda lo (Ungowam lo)
Owuh nhliziyo yam (Ngcingci boh)
Yakhala ngawe wena (Ngcingci ngcingci ngcingci boh)
[Verse 6]
Yewena westhandwa sami
Yewena muntuza wami
Yakhala, ayayayaya (Ngcingci bo, ngcingci ngcingci ngcingci boh)
[Verse 7]
Agah shame, bheka sho skuva
Wena wangithanda ngena mali,ngingena karie ngingenayo ne plan
Wangithanda ungena ndaba ukuthi abondaba bathini nangam
Wangithanda noma bekuhlohla abangani bethi gabha lomfana
Wangiphatha njenge mbali wangcilela ngaqhakaza
Wangiphathisa okwe qanda
Wangiphathisa okosana
Wangiphathisa okwemali ephaketheni ngafudumala
Bengiyi washing engcolile wangifaka insipho wangihlamba
Ngiyavuma ngisoni ngikonile wentombi nginamahloni
Ngiswele nowokucasha umgodi
Bengifisa ukuthi I'm sorry nginifisela impilo emtoti nomkhwenyana wemakoti
Nginipha izibusiso ngomshado wenu kugcwele nanalo mkhosi
Ngayi-hurter lengcosi
Yagcina ingi-blocker kwi telephone
Indaba yam nawe sekwi chosi-chosi
Sekwi chosi-chosi
Masihlangana ngizifihla nge spoti
Amahloni nkosi
Please weNomkhosi
Bengicela inhliziyo ixole bo
Sakuthanda kakhulu lengoma ubuyidlale uyiphinde tsho
[Verse 8]
Ngyamthanda lo (Ngowami lo)
Oh mina ngyamthanda lona (Ngowami lo)
Oh mina ngiyamuthanda lo (Ngowami lo)
Awu mina ngiyamuthanda lo (Ngowami lo)
[Verse 9]
Ngyamthanda lo (Ngowami lo)
Oh mina ngyamthanda lona (Ngowami lo)
Oh mina ngiyamuthanda lo (Ngowami lo)
Awu mina ngiyamuthanda lo (Ngowami lo)
[Verse 10]
Owuh nhliziyo yam.. (Ngcingci boh)
Yakhala ngawe wena (Ngcingci ngcingci ngcingci boh)
Yewena westhandwa sami
Yewena muntuza wami
Yakhala, ayayayaya (Ngcingci ngcingci boh)
Yakhala yathi "ngcingci ngcingci ngcingci ngcingci boh"
Written by: Emille Ngcobo, Jabulani Mthembu, Khanyisani Mazibuko, Philani Duma, Sicelo Gowane, Siphiwe Sikhakhane, Sphamandla Mbambo


