Lyrics

Ng'cel' amanz' e-olintshi, mama Ng'cel' uk'phuza, yeyi Ng'cel' amanz' e-olintshi, mama Ng'cel' uk'phuza, yeyi Hhaw', yeyi Hhaw', yeyi S'thandwa sami ng'cel' ukiss, yeyi Ng'cel' ukiss ovuth' amalangabi S'thandwa sami ng'cel' ukiss, yeyi Ng'cel' ukiss ovuth' amalangabi Ng'cel' ukuthi mncwa, mncwa, mncwa, mncwa Hhawu (awu nginomuntu wami) Ng'cel' ukuthi mncwa, mncwa, mncwa, mncwa Hhawu S'thandwa sami ng'cel' ukiss, yeyi Ng'cel' ukiss ovuth' amalangabi S'thandwa sami ng'cel' ukiss, yeyi Ng'cel' ukiss ovuth' amalangabi Ng'cel' ukuthi mncwa, mncwa, mncwa, mncwa Hhawu Ng'cel' ukuthi mncwa, mncwa, mncwa, mncwa Hhawu Ma ngithi potopoto s'thandwa sami ng'vele ng'phelelw' amandla Ma ngithi potopoto s'thandwa sami ng'vele ng'zizwe ngiwikhi Engqondweni yami kudans' inhlwabusi S'thandwa ang'sazi K'vele k'dum' upotiyane S'thandwa ng'tshware Hhow' baningi Hhow' baningi abafazi Emhlabeni Emhlabeni kodwa ng'khethe wena Uk'khetha wena is a big deal Uk'khetha wena is a blessing ngoba wen' aw'shintshi Uk'khetha wena is a big deal Uk'thanda wena is a blessing ngoba wen' aw'shintshi Inkanyezi nelanga Inkanyezi nelanga (Abaz' ubuhle bakho) Inkanyezi nelanga Inkanyezi nelanga (Abaz' ubuhle bakho) Inkanyezi nelanga Inkanyezi nelanga S'thandwa sami ng'cel' ukiss, yeyi Ng'cel' ukiss ovuth' amalangabi S'thandwa sami ng'cel' ukiss, yeyi Ng'cel' ukiss ovuth' amalangabi Ng'cel' ukuthi mncwa, mncwa, mncwa, mncwa Hhawu (awu nginomuntu wami) Ng'cel' ukuthi mncwa, mncwa, mncwa, mncwa Hhawu S'thandwa sami ng'cel' ukiss, yeyi Ng'cel' ukiss ovuth' amalangabi S'thandwa sami ng'cel' ukiss, yeyi Ng'cel' ukiss ovuth' amalangabi Ng'cel' ukuthi mncwa, mncwa, mncwa, mncwa Hhawu (awu nginomuntu wami) Ng'cel' ukuthi mncwa, mncwa, mncwa, mncwa Hhawu Ng'cel' amanz' e-olintshi, mama Ng'cel' uk'phuza, yeyi
Writer(s): Aubrey Vumani Qwana Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out