Lyrics

Ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Funa wena, wena, wena, wedwa Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo Amehl' awababoni abanye and angeke kuze kshintshe lokhu Bakhulume kab kimi bakhulume kabi kuwe Bath ngibonani kuwe Ngibona lokhu bak'bona kimi Bayadlala min' angeke ngikyeke Ngizokthanda njalo, nongathandi yoze athande Ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Funa wena, wena, wena, wedwa Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo Thembalam ngyacela ungalinge lalele labantu Mabethi uthando lwethu lophelele emoyeni Banomona, abafuni ukusbona sijabulile mina nawe Kodwa leyo aksinkinga ngoba vele abasenzeli lutho ma Banjal' abantu wobabheka abantu abayfuni intenhle Abakhohlwe bayeke mina ngawegcwele ngawe Ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela weh Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo Funa wena, wena, wena, wedwa Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo
Writer(s): Jabulani Sihle Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi, Manyike Vuyo Simoen Duncan, Mfanafuthi Ruff Nkosi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out