album cover
Before
album cover
00:00
00:15
00:20
00:25
00:40
00:50
01:05
01:10
01:20
01:25
01:50
02:10
02:35
03:50
00:00
04:02
Past 7 Days
Before was discovered most frequently at around 2 minutes and 10 seconds into the song during the past week

Music Video

Music Video

Lyrics

[Intro]
(Before)
(Before)
[Verse 1]
(Before) Bew'ngeke ukhulume nami ngalendlela okhuluma ngayo
(Before) Before bewungihlonipha, yeah, babe
(Before) Bewuhlale ungitshela njalo ukuthi uyangithanda
Kodwa manje, yeah, sengiyay'celela, yeah, babe
Kodwa manje angisatshelwa sengiyay'celela
[Verse 2]
Ubobhasobha mama
Uzothi umuntu uyakuthanda
Kanti uyakuhalela
Yeah
[Verse 3]
Uzothi uthando
Kanti inkanuko
'Yothi angakuthola akufunayo uthando lushabalale njengamazolo abolile awu we
Kungabe kusafana kanti
[Verse 4]
(Before) Bewungeke ukhulume nami ngalendlela okhuluma ngayo
(Before) Before bewungihlonipha, yeah, babe
(Before) Bewuhlale ungitshela njalo ukuthi uyangithanda
Kodwa manje, yeah, sengiyay'celela, yeah, babe
Kodwa manje angisatshelwa sengiyay'celela, yeah, babe
[Verse 5]
Kanti yini eyenza ukuthi umuntu aqambe amanga
Sibadala masingaka hayi ungazodlala
Masuthole omunye ngcono nami kumele ungitshele
'Thando lami please ngicel' ungibuyisele
[Verse 6]
Ngeke ngize ngivume udlala ngemizwa yami wena
Ngeke ngize ngivume ngothando lwami wena
Ngeke ngize ngivume uchith' isikhathi sami wena
Baningi abafuna loluthando
[Outro]
(Before) Bewungeke ukhulume nami ngalendlela okhuluma ngayo
(Before) Before bewungihlonipha, yeah, babe
(Before) Bewuhlale ungitshela njalo ukuthi uyangithanda
Kodwa manje, yeah, sengiyay'celela, yeah, babe
Kodwa manje angisatshelwa sengyay'celela, yeah, babe
Written by: Jabulani Hadebe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...