Music Video

Big Zulu - Ushun Wenkabi (Official Music Video)
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Big Zulu
Big Zulu
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Edward Gobizembe
Edward Gobizembe
Composer
Siyanbonga S Nene
Siyanbonga S Nene
Composer

Lyrics

Yey wazini? Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa uBrentwood ne Rap Mina ngangeke ngiyeke ushuni Ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe u can't get, bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke Ayi, mangiqala loshuni khohlwa akaze kwaba lula Buningi ubunzima nobungqinamba esasibuthola masisay'susa Abanye bes'bhuqa bethi asikhohlwe senze iphutha Ngeke siy'reache lelevel ngoba istyle sisase poor Ushuni wenkabi inkani, ngeke uwumele ungena nkani Lona umdlalo wezimnyama ey'nxanxatha igxolo ney'nkabi UMahlekwabulawe, indoda ayikhuzwa ungena nkabi Mawungathinta ushuni wenkabi lingashona ungumfelokazi Kwafik' inkabi bachoma, kwakhwif' unyazi yahloma Siyayaz' eyakwethu, yam'bamba umfana uyaqonda Yayibiz' ingoma babonga, yakhiph' u one bafola Yey wazini? Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa uBrentwood ne Rap Mina ngangeke Ngiyeke ushuni ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe u can't get, bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke Ay ama Bergville alindile ukuthi inkabi ngeke isiphoxe Ngapha izitha ziyagomela, zithi khohlwa ngeke itope Eyakwethu siyayazi, ushuni wenkabi ngeke isikhohlwe Idl' uThukela, uKhahlamba, ayibhinci isidwaba ngeke iflobhe Laph' engiphuma khona impi inokusuka ngengoma Kuqhuma iqupha kuwa umfana, sizwana amandla singamadoda Shwele ucheese boy angagoba Ngisho umkhwekazi uyazotha Ukube iy'ntaba ziyakhuluma, mningi umlando kuleza yindonga Bonke ubunzima nenhlupheko yami buyophenduka umlando Ushuni wenkabi uphokophele, inkabi ayizondi ubamb' ithambo Kuyof' iy'nsizwa kusale iyibongo, esamaqhawe isihlalo Kungen' inkabi bayakikiza Yey wazini? Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa uBrentwood ne Rap Mina ngangeke ngiyeke ushuni Ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe u can't get, bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke Yey wazini? Wazini ngeNkabi Rap? Ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa uBrentwood ne Rap Mina ngangeke ngiyeke ushuni Ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe you can't get, bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke
Writer(s): Siyabonga Sidney Nene, Cebekhulu Bhekani Mandlenkosi, Ngubeni Andile Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out