Lyrics

Kuthi ngisuke ngesi vinini Ngifike kuwe kusese mini Angisezwe lutho emadlebeni Kazi ngizokwazi yini Ukuphila ngaphandle kwakho Yazi ubuthongo abusafiki Kuthi ngisuke ngesi vinini Ngifike kuwe kusese mini Angisezwe lutho emadlebeni Kazi ngizokwazi yini Ukuphila ngaphandle kwakho Yazi ubuthongo abusafiki Sicel'ubuza (Uthi ngiphile kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngizizwa kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngiphile kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngizizwa kanjani uthi ngiphile kanjani) Sicel'ubuza (Uthi ngiphile kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngizizwa kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngiphile kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngizizwa kanjani uthi ngiphile kanjani) Yazi inzima impilo ma ungekho Angisakhoni ukuhlala ngedwa Mina angisafuni ukuphila ngedwa Awubuye ngicel'ubuye Yazi inzima impilo ma ungekho Angisakhoni ukuhlala ngedwa Mina angisafuni ukuphila ngedwa Awubuye ngicel'ubuye Noma ngithi Ngizama ukukhohlwa kancane Ngizwa uval lunkenketha lunkenketha Haibo nako sengizogula ngekhanda ngincedeni Noma ngithi Ngizama ukukhohlwa kancane Ngizwa uval lunkenketha lunkenketha Haibo nako sengizogula ngekhanda ngincedeni Sicel'ubuza (Uthi ngiphile kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngizizwa kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngiphile kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngizizwa kanjani uthi ngiphile kanjani) Sicel'ubuza (Uthi ngiphile kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngizizwa kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngiphile kanjani ma ungekho wena) Sicel'ubuza (Uthi ngizizwa kanjani uthi ngiphile kanjani) Kuthi ngisuke ngesi vinini Ngifike kuwe kusese mini Angisezwe lutho emadlebeni Kazi ngizokwazi yini Ukuphila ngaphandle kwakho Yazi ubuthongo abusafiki Yazi inzima impilo ma ungekho Angisakhoni ukuhlala ngedwa Mina angisafuni ukuphila ngedwa Awubuye ngicel'ubuye Yazi inzima impilo ma ungekho Angisakhoni ukuhlala ngedwa Mina angisafuni ukuphila ngedwa Awubuye ngicel'ubuye
Writer(s): Sipho Melusi Msimango, Rethabile Roberta Khumalo, Leonard Malekutu Senyolo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out