Credits
PERFORMING ARTISTS
Nomfundo Moh
Vocals
Sha Sha
Vocals
Ami Faku
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Nomfundo Moh
Composer
Charmaine Mapimbiro
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Charmaine Mapimbiro
Producer
Celimpilo Manyathi
Producer
Martin Manqoba Sosibo
Producer
Lyrics
Yeah you know it boy!
Oh yini my love? Ndiyakukhumbula
Oh hay', uyandihlanyisa
Solokh'ndicinga ngawe
Uthe uzobuya nini? (Uzobuya nini?)
Ndonwaba kukhona
Ndonwaba kukhona
Mina ngiyazifela ngawe
(Buya, buya) ngicel'ubuye
Seng'iyazifela buya
Phakade lami, ngab'uphilile na wena?
Kunini ngik'khumbule
Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le
Waze wakude, weh
Zobuya nini ngik'bone?
Ukube nginamandla beng'zodiliz' intaba
Zingisithela, zingisithela wena ah ah
Buya, buya, sek'yazwela buya
Njalo mayeshona malanga ng'nethemb' uzobuya (malanga shona)
Ngathi ngyazkhohlisa nazi phel' iy'nsuku z'yedlula (qaphela ziyaphela nya)
Sthandwa sami, ng'yak'khumbula
Buya phela, kunini ngikulindile
Phakade lami, ngab'uphilile na wena?
Kunini ngik'khumbule
Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le
Waze wakude, weh
Zobuya nini ngik'bone?
Kutheni kulamalanga, umuntu edlal' imizwa?
It's like I'm in a paradise, ukuba nawe wedali weh
Kuvele kuthi mangizule, ng'shay' imoto ngiyokulanda
Dali wam', soka lam', ng'funa ungibambe ehh ehhe
Mazuva areba ndichakuona riini? (Riini?)
Ub'suku bonke zange ngilale
Ub'suku zange ng'lale sthandwa sami
Ngilangazelela wena, ngabe wen'uzobuya?
Mina ngilangazelel' ukubona wena
Phakade lami, ngab'uphilile na wena?
Kunini ngik'khumbule
Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le
Waze wakude, weh
Zobuya nini ngik'bone?
Phakade lami, ngab' uphilile na wena?
Kunini ngik'khumbule
Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le
Waze wakude, weh
Writer(s): Charmaine Mapimbiro, Amanda Phumeza Faku, Nomfundo Moh, Celimpilo Manyathi, Martin Sosibo
Lyrics powered by www.musixmatch.com