Lyrics

Its yo boy Teehlouw ... Habe Impilo ayikho lula Kunzima emhlabeni Kodwa angisoze ngayeka ukuthandaza mina (Ooh) Haii, impilo ayikho lula Neze kunzima emhlabeni Kodwa angisoze ngayeka Ukutabalaza mina (Ooh) Ngoba indoda ifela empini Indoda ifela eweni Indoda i lala ilihlosile i kusasa layo (Ooh) Thatha ipiki nefosholo Sibangene sihlomile Siyolwela ikusasa leyingane zethu (Ooh) Ngoba inhlela siyibuza ukuba phambili Noma kunzima siyo bambelela Ithuku thuku zethu zisikhokhele Hai (Yeah) Hai impilo ayikho lula Hai Kunzima emhlabeni Kodwa angisoze ngayeka ukuthandaza mina (Ooh) Hai impilo ayikho lula Hai kunzima emhlabeni Kodwa angisoze ngayeka Ukutabalaza mina (Ooh) Ngoba indoda ifela empini Indoda ifela eweni Indoda i lala ilihlosile i kusasa layo (Ooh) Ngizo quzuka ngizovuka Ngizo phikelela Bangi jikijela ngamatse nkosi Ooh sikelela Kudeda ubumnyama ngivule indlela Ngifuna iphepha Emhlabeni asiphili forever Usaphila ntanga sebenza Yinde lenhlela futhi inameva Ngiyashweleza baba Sebafuna ukusiphephetha Ama phupho ayafezeka Ngethemba siyawelela Awelele welele ikusasa alaziwa (Ooh) Lifuna abakhaliphile vuka ndoda Impilo ayikho lula Kunzima emhlabeni Kodwa angisoze ngayeka ukuthandaza mina (Ooh) Hai, impilo ayikho lula neze Hai, kunzima emhlabeni Kodwa angisoze ngayeka Ukutabalaza mina (Ooh) Wozama wehluleka Ungahluleki ekzama Wozama wehluleka Ungahluleki ekzama Wozama wehluleka Ungahluleki ekzama Sthwelugodo olushungqintuthu Aw thina sthwele kanzima Sthwelugodo olushungqintuthu Aw thina sthwele kanzima Impilo ayikho lula Kunzima emhlabeni Kodwa angisoze ngayeka ukuthandaza mina (Ooh) ... Its yo boy Teehlouw
Writer(s): Mashelela Ngubane Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out