Lyrics

Ngiyakhumbula mama wami Ngiyakhumbula mama wami (mzali wami) Ungitshela ngingabo dlala kanje (mzali wami) Buka manje sengikuphi (mzali wami) Manje mina ngiyazisola (mzali wami) Ngiyakhumbula mama wami (mzali wami) Ungitshela ngingabo dlala kanje (mzali wami) Buka manje sengikuphi (mzali wami) Manje mina ngiyazisola (mzali wami) Ngiyakhala mama wami (mzali wami) Inthliziyo ibuhlungu (mzali wami) Iyakhala ngaphakathi (mzali wami) Manje mina ngiyazisola (mzali wami) Ngiyakhala mama wami (mzali wami) Inthliziyo ibuhlungu (mzali wami) Iyakhala ngaphakathi (mzali wami) Manje mina ngiyazisola (mzali wami) Ngiyakhumbula mama wami (mzali wami) Ungitshela ngingabodlala ngempilo yami (mzali wami) Ungishaya ungikhulisa (mzali wami) Manje mina ngiyazisola (mzali wami) Ukubengangazi (mzali wami) Ukube ngalalela (mzali wami) Kube manje sengikuphi (mzali wami) Buka manje ngiyazisola (mzali wami) Ebusuku ngiyamemeza (mzali wami) Ngikhala kuze kuse (mzali wami) Ubuthongo angisakwazi (mzali wami) Manje ngiyazisola (mzali wami) Ebusuku ngiyamemeza (mzali wami) Ngikhala kuze kuse (mzali wami) Ubuthongo angisakwazi (mzali wami) Manje ngiyazisola (mzali wami) Ngiyakhumbula mama wami
Writer(s): Johnross Jamela Vuma, Mandla Ngcongwane Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out