Lyrics

Nananananana nananananana Oooh wooh Nananananana nananananana Oooh Anginayo imali Kepha nginothando Olwakho kuphela muntu wami Anginayo imali Kepha lenhliziyo yami Ngeyakho kuphela muntu wami Bambo lwami nawe uyazibonela Yebo ayikho imali kepha ngawe ngiyazifela Ngivuka ngiye emphantweni ngisebenzela mina nawe Sihlale sijabulile ikati lingalali eziko mah Ngoba ubuhle bakho Bungakufikisa nakuphi la ungafisa ukuya khona Kepha usenami lana Lokho kusho lukhulu kimina Ngiyathemba maduze mina nawe dali sizoba mnandi Bambo lwami ungisize uze ungasuki kimi Anginayo imali Kepha nginothando Olwakho kuphela muntu wami Anginayo imali Kepha lenhliziyo yami Ngeyakho kuphela muntu wami Wena uyisibusiso empilweni yami Wazi ukuthi uthando lolu aluthengwa ngemali Luhle uthando lwethu alushodi ngalutho Abanye banemali kodwake injabulo ayikho Themba lami Mina ngikuthanda ngempela mama Ngoba ukwazi ukubekezela mama Noma izinto zingibhedela Ung'thanda ngempela Ngiyathemba maduze mina nawe dali sizoba mnandi Bambo lwami ungisize uze ungasuki kimi Anginayo imali Kepha nginothando Olwakho kuphela muntu wami Anginayo imali Kepha lenhliziyo yami Ngeyakho kuphela muntu wami
Writer(s): Thulebona Mcineka Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out