Music Video
Music Video
Credits
PERFORMING ARTISTS
MusicbyOTTO
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Xolani Desmond Sibanyoni
Songwriter
Thokozani Monare
Composer
Kayelihle Ntuli
Composer
Thabo Caution Tlomatsana
Songwriter
Banele Thandanani Mngadi
Songwriter
Lyrics
[Verse 1]
Sasebenza maye
Ng'yobe nginawe maduze
Mculo (We mculo)
Wena wang'munc' uthando kangaka
Ng'hlez' ng'ngekho nasendlini
We mculo (We mculo)
Wena wang'munc' uthando kangaka
'Hlez' akhala unana
[Verse 2]
Ng'sayo sebenza (Ng'sayo sebenza)
Ng'sayo sebenza ng'zobuya
Kubemnandi nakithi
Ng'sayo sebenza (Ng'sayo sebenza)
Ng'sayo sebenza ng'zobuya (Ng'zobuya mina)
Kubemnandi nakithi
[Verse 3]
Yeah, yeah
K'sazoba mnandi nakithi
Ngime phandle ngakini
Nami ng'zam' iplane ngakimi
'Kuthi ng'zobabona nakini
[Verse 4]
Ngikhiph' ilobolo mali
Ungasabi dal' ngizovul' iminyango baby baningi
Yingakho sivuk' eb'suku, sivus' abalele
Ng'yofun' u-cash baby, ha re ba ngene
Ngibuy' ekuseni baby, why 'thukuthelwe
Ng'yabuzw' ub'hlungu bakho baby ng'xolele
[Verse 5]
Ng'sayo sebenza (Ng'sayo sebenza)
Ng'sayo sebenza ng'zobuya (Ng'zobuya)
Kubemnandi nakithi
Ng'sayo sebenza (Ng'sayo sebenza)
Ng'sayo sebenza ng'zobuya (Ng'zobuya)
Kubemnandi nakithi
[Verse 6]
Ng'yakhumbula
Ugogo with hula mntan'ami uzobona (Uzobona)
Seng'khulile
Ngiyaz' ukuth' indoda k'mele yondu' umndeni wayo
Angeke ng'kwazi ukuhlala (Ng'nethezeke)
Amany' amadod' ayasebenza (Ayasebenza)
[Verse 7]
Aw seng'yahamba (Ngiyahamba)
Isithembiso sam' ukuth' ikhaya likaBaba
Ng'zolivusa, aw ngenkani
Awu thula, ah we Mama
Mus'ukhala ngizobuya
[Verse 8]
Ng'sayo sebenza (Ng'sayo sebenza)
Ng'sayo sebenza ng'zobuya (Ng'zobuya)
Kubemnandi nakithi
Ng'sayo sebenza (Ng'sayo sebenza)
Ng'sayo sebenza ng'zobuya (Ng'zobuya)
Kubemnandi nakithi
[Verse 9]
Ng'sayo sebenza (Ng'sayo sebenza)
Ng'sayo sebenza ng'zobuya (Ng'zobuya)
Kubemnandi nakithi
Ng'sayo sebenza (Ng'sayo sebenza)
Ng'sayo sebenza ng'zobuya (Ng'zobuya)
Kubemnandi nakithi
[Verse 10]
Ng'sayo sebenza Ma
Ng'sayo sebenza ng'zobuya
Kubemnandi nakithi
[Verse 11]
Ng'sayo sebenza Ma
Ng'sayo sebenza ng'zobuya
Kubemnandi nakithi
Written by: Banele Thandanani Mngadi, Kayelihle Ntuli, Thabo Caution Tlomatsana, Thokozani Monare, Xolani Desmond Sibanyoni