album cover
Uhamba Nathi
album cover
Uhamba Nathi was released on August 26, 2022 by Universal Music (Pty) Ltd. as a part of the album Idwala
AlbumIdwala
August 26, 2022
LabelUniversal Music (Pty) Ltd.
BPM
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy

Music Video

Music Video

Lyrics

[Verse 1]
Ingathi konke ku hamba ngo layini
Nobumnyama bungena ngo phawini
Noma ke walingwa lo bakithi
Thina ke s'yosindwa ngoba yini
Okwa manje, ngathi s'hamba solo
Kodwa benzi bokubi one day bazoy'sola
Okwa manje, ngathi s'hamba solo
Kodwa benzi bokubi one day bazoy'sola
[Verse 2]
Ncuma, hleka, jabula
UMdali uhamba nathi
UMdali uhamba nathi
Ncuma, hleka, jabula
UMdali uhamba nathi
UMdali uhamba nathi
Uhamba nathi
Uhamba nathi
UMdali uhamba nathi
Uhamba nathi
UMdali uhamba nathi
[Verse 3]
Ngithi ngqo ngqo ngqo
Kakade uThixo uzand'vulela
Okoko sivuy'uBaw' wasifela
Xandicinga ngawe nd'bethwa luvalo
Khayive, khayive lengoma
Idlulis' umbulelo
Okwa manje, ngathi s'hamba solo
Kodwa benzi bokubi one day bazoy'sola
Okwa manje, ngathi s'hamba solo
Kodwa benzi bokubi one day bazoy'sola
[Verse 4]
Ncuma, hleka, jabula
UMdali uhamba nathi
UMdali uhamba nathi
Ncuma, hleka, jabula
UMdali uhamba nathi
UMdali uhamba nathi
Uhamba nathi
Uhamba nathi
UMdali uhamba nathi
Uhamba nathi
UMdali uhamba nathi
[Verse 5]
Uhamba nathi, uhamba nathi
Ncuma, hleka, jabula
UMdali uhamba nathi
UMdali uhamba nathi
Ncuma, Hleka, jabula
UMdali uhamba nathi
UMdali uhamba nathi
[Verse 6]
Uhamba nathi (Ng'cel' uvikele)
Uhamba nathi (Ingane zam)
UMdali uhamba nathi (Ng'cel' uvikele)
Uhamba nathi (Umncedi wam)
UMdali uhamba nathi
[Verse 7]
Ng'cel' uvikele
Bagwera bami, ng'cel' uvikele
Mme le ntate, le ba lapa lame
[Verse 8]
Hamba nathi
Oh, uhamba nathi
Oh
Written by: Mondli Ngcobo, Nhlanhla Mafu, Theo Kgosinkwe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...