Lyrics

Yazi ukuphila namaNdiya kulikhuni bo awu inkinga wemama Yazi ukuphila namaNdiya kulikhuni bo awu inkinga wemama Yazi ukuphila namaNdiya kunzi wu inkinga le Yazi ukuphila namaNdiya kunzi awu inkinga le Ngibuyela kithi eMkhomazi amaNdiya angixakile Olovu Ngibuyela kithi eMkhomazi bo amaNdiya angixakile Olovu Yazi ukuphila namaNdiya kunzima Ngo 12 ebsuku athi koko baba Ngo 12 ebsuku athi koko baba Yazi ukuhlala namaNdiya kunzima awu inkinga le Yazi ukuhlala namaNdiya kunzima awu inkinga le Yazi ukuphila namaNdiya kunzima awu inkinga le Amagama abo oDagga awu inkinga le O Dutch no Dagga (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) O Dutch no Dagga (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) O Baboon no Squre (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) O Baboon no Squre (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) (Impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) O Dutch no Dagga (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) O Dutch no Dagga (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) O Baboon no Squre (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) Zasha phela ku umfoka Majazana madoda Khona phezulu ka Dumisa leng'buya khona Umful' engiw'phuzayo ngiphuza uMakhoyakade Ngangilokh' ngibatshela kancane Bethi bayoy'bamba iMamba Ngathi musani ukuy'dlokodla bafana izon'limaza Bhu! Khuphuka laphoke mfoka Nxusa emabhesni Uthini umfoka Dlamini madoda khona phansi ekugxamukeni kengamthatha khona Hhop! Phesheya koMzimkhulu le ebuya khona lombhemi Awbheke shu, awbheke Yazi ukuphila namaNdiya kulikhuni awu inkinga wemama Yazi ukuphila namaNdiya kulikhuni bo awu inkinga wemama Ngibuyela kithi eMkhomazi bo amaNdiya angixakile Olovu Ngibuyela kithi eMkhomazi bo amaNdiya angixakile Olovu (Impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) Yazi ukuphila namaNdiya (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) Yazi ukuhlla namaNdiya kunzima (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) Ngo 12 ebsuku athi koko baba (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) Ngo 12 ebsuku athi koko baba (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) Ngibuyela kithi eMkhomazi bo amaNdiya angixakile Olovu (Impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) (Impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) Yazi ukuphila namaNdiya kulukhuni bo awu inkinga le (impilo yamaNdiya iyinkinga ngek' uphile namaNdiya) Ladies and gentlemen don't take this song serious This song is a joke!
Writer(s): Johnston Zibokwakhe Mnyandu Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out