Lyrics

Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba Lobu ubuhlungu abusoze budlule kimi Akuve kubuhlungu ma umazi ubaba wakho Lobu ubuhlungu abusoze budlule Bonke abafethu engiphila nano bayabazi obaba Noma bengsekho emhlabeni Bonke abafethu engiphila nano bayabazi obaba Noma bengsekho emhlabeni Bheka okwami kwaze kwabuhlungu Mina angimazi owami ubaba Futhi angimazi ukuthi ubaba wayengumbala onjani Angimazi owami ubaba Ngamgcina efika kimi ngephupho ubaba Ethi angihlukane nemkhuba emibi Ngamgcina efika kimi ngephupho ubaba Ethi angihlukane nemkhuba emibi Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba baba Lobu ubuhlungu abusoze budlule kimi oh ye Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Thula mntaka baba Unkulunkulu uyazi ukudaleleni Thula mntaka baba Unkulunkulu uyazi ukudaleleni Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba Lobu ubuhlungu abusoze budlule kimi Bonke abafethu engiphila nano bayabazi obaba Noma bengsekho emhlabeni Bheka okwami kwaze kwabuhlungu Mina angimazi owami ubaba Nhliziyo yami ihlal' ikhala njalo Ithi ndo ndo ndo ndo Nhliziyo yami ihlal' ilila njalo Ithi ndo ndo ndo ndo Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba Lobu ubuhlungu abusoze budlule oh ye Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Nhliziyo yami iyakhala njalo (Thula mntaka baba) Ithi ndo ndo ndo ndo (Unkulunkulu uyazi ukudaleleni) Nhliziyo yami iyikhala njalo (Thula mntaka baba) Ithi ndo ndo ndo ndo (Unkulunkulu uyazi ukudaleleni) Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama Ngakhuliswa ngumalume wami Thula mntaka baba Unkulunkulu uyazi ukudaleleni Thula mntaka baba Unkulunkulu uyazi ukudaleleni Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Writer(s): Mandla Xaba, Zwelenduna Rodgers Magubane, Khethonjani Dludla Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out