album cover
Dlala
1,690
R&B/Soul
Dlala was released on August 27, 2021 by 1020 Cartel as a part of the album 3310 - EP
album cover
Release DateAugust 27, 2021
Label1020 Cartel
LanguageEnglish
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM84

Credits

PERFORMING ARTISTS
Anzo
Anzo
Performer
PRODUCTION & ENGINEERING
Vuyo Manyike
Vuyo Manyike
Producer

Lyrics

[Verse 1]
Bakbona umpunga nje usugugile
Washwabana bacath' abantu ukhubazekile
Bathi for ukunyakaza ukhulile
This is for ababethi awusophinde nje ujike
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
[Verse 2]
Bacathi wena ungawa kalula kanje
Abazi ukuthi from kdala ubulala nge dance
Bacathi wena umdala kakhulu for idance
Kanti akuyi ngemnyaka la baba k'khulum' izenzo
[Verse 3]
Maybe bathi ningotamatisi njengabo
Kanti cha nikhule nihlakula amasimu neyingadi
You had to learn ukuqwala intaba useyingane
Kulaba kuyehla makmele aqwale kthiwa useyingane
[Verse 4]
Ukuqina kwemzimba nje angeke kulingane
Amasotsha emzimba awalobolene awuyena umlingani
Ukufika kulel zinga nje akyon inkinga
Inkinga nicathi indlela yethu yokuphila iyona inkinga
[Verse 5]
Bathi esenu sindlulile manje iskhathi sabo
Kodwa ngibona bebhizi balokhu bachitha iskhathi sabo
Bazam ukukzwela mawuthi azithathane
Ngicel ungabanaki wena enjoy iskhathi sakho
[Verse 6]
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
[Verse 7]
Ingane mangazwa ukuthi uya mover
Ziyathuka mawushona phansi zicathi uzophuka
Azazi ukuthi nasokhalweni uloose
Zikfihlela iRedbul cathi iphika lizovuka
[Verse 8]
Ungaphuka njani uJaivela uMiriam Makeba
Ungakhathala njani unyakazela uHugh Masekela
Ungaguga njani for uLucky Dube uyabheda
Uqina njani ulalela abantu abafana no Brenda
[Verse 9]
Ngyamangala ngizwa kuthulekile
Ngengane ecabanga ukuthi waguga sowuyisehlulekil'
Nam angazi iyoze ifikephi
Lento yokwenza engathi waguga empilweni sowuyimpelesi
[Verse 10]
Aniyek abantu abadala bezidlel ilife
Ukuthi umdala akusho ukuthi kmele uhlezi uSerious
Yebo ukhulile but akusho ukuthi ngeke ukwazi
Ukunyakaza ubonise intsha ukuthi la kuwe igcwele ilife
[Verse 11]
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
Dlala ntombendala dlala
Dlala nsizwendala dlala
Written by: Andile Ngubeni, Vuyo Manyike
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...