album cover
Phuma Kimi
5,858
Afro-Pop
Phuma Kimi was released on November 13, 2000 by Gallo Record Company as a part of the album Mababaza
album cover
Release DateNovember 13, 2000
LabelGallo Record Company
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM106

Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Joe Nina
Joe Nina
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Henry Makhosini Xaba
Henry Makhosini Xaba
Songwriter

Lyrics

Hey, hey, oh, oh
Hey, hey, hey
Weh mngani wami ngicel'uphume kimi
Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso
Weh mngani wami ngicel'uphume kimi
Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso
Izolo lokhu bowupheth'uPaulina
Umthembis'ukuthi uzomshada
Namhlanje sowupheth'uSelina
Nay'umthembis'ukuthi uzomshada
Uzojik'ubheke le
Uphinde futhi ubheke le
Sebafikile mngani uzosangana
Uzojik'ubheke le
Uphinde ubheke le
Sebafikile mngani uzosanga
Ayi weh mngane (Weh mngani wami ngicel'uphume kimi)
Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso
Weh mngani wami ngicel'uphume kimi
Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso
Weh mngani wami ngicel'uphume kimi
Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso
Monday bowupheth'uMaria
Haa mfethu ngiyakuzwela
Tuesday bowupheth'uSophia
Yho, Wednesday, Thursday, Friday asifun'ukwazi
Uzojik'ubheke le
Uphinde ubheke le
Sebakufikele mfethu uzogcwala
Uzojik'ubheke le
Uphinde ubheke le
Qaphela leNgculaz'iyabulala
Ngicel'uphume kimi (Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
Weh mngani wami ngicel'uphume kimi
Ngicel'uphume kimi (Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
Weh mngani wami ngicel'uphume kimi
Ngicel'uphume kimi (Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
(Weh mngani wami ngicel'uphume kimi)
(Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
Oh, oh, oh, oh
Oh, oh, oh, oh
Oh, oh, oh, oh
Oh, oh, oh, oh
Uzojik'ubheke le
Uphinde futhi ubheke le
Sebafikile mngani uzosangana
Uzojik'ubheke le
Uphinde ubheke le
Sebafikile mngani uzosangana
Weh mngane wami (Weh mngani wami ngicel'uphume kimi)
Phume kimi (Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
Ngithi mngane wami (Weh mngani wami ngicel'uphume kimi)
Kimi, phuma, phuma (Ngoba lestyle osiphethe)
Phuma, phuma (Angigcwali ngaso)
Phuma, phuma (Weh mngani wami ngicel'uphume kimi)
Phuma, phuma (Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
Phuma kimi, hamba kimi hayi hayi yho
Ngicel'uphume kimi
(Ngoba lestyle osiphethe angigcwali ngaso)
Written by: Henry Makhosini Xaba
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...