Lyrics

Kuvuka iskhwele kimi uma ngizwa umuntu ethi mama anjan amakhaza ekhaya Kuvuka iskhwele kimi mangizwa umuntu ethi baba nilalekanjan ekhaya Kuvuka iskhwele kimi mangizwa umuntu ethi mama ngikuphatheleni eGoli Ngoba ngivele ngikhumbule ukuthi angilithonga lelothuba sebelele Kuvuka iskhwele kimi mangizwa umuntu ethi mama ngikuphatheleni eGoli Nina enisenomama benu nina enisenobaba benu nibathande besaphila Ngoba ubaba nomama Sebelele bengakaze bebone UBUHLE BOKHALO LWABO sebelele bengakaze bethole pondo wami
Writer(s): Sabelo Ngubane Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out