Top Songs By Mr Double D2
Similar Songs
Credits
COMPOSITION & LYRICS
nkosingiphile ngcobo
Songwriter
Siphelele Thungo
Songwriter
Sipho Molapisi
Songwriter
Ntivo Manganyi
Songwriter
Lyrics
Nkulunkulu somandla baba wethu,wase zulwini
Mnini mandla wonke Themba lema Themba
Ngoba ubona ngigoqe izandla ngiguqe ngamadolo
Phambi kwe khandlela
Isimo smanzozo kuyabheda
Mina ngiyazi ngonile phambi ko buso bakho
Yebo ngiya vuma nami ngu muntu ngina maphutha
Ngi cela ungi xolele
Bengi cela ungi hawukele
Ngi cela intethelelo.
Mina lay'ndlini sengi philela uku thukwa nge nhlamba
Ngoba nginga sebenzi
Umama naba ngani bangi phendula inhlekisa
Bathi ngisilima,isiyoyo isehluleki
Kanti lempilo iqoma abanjani
Mina ilokhu ngazalwa angikaze ngubona lana kimi umehluko
Kuya netha noma libalele
Mina lana kimi impilo iya fana
Mangi cabanga usizi,lwami kanye ne nhlupheko
Kuthi mangi khale ngiphume izi nyembezi
Bathi abantu indoda enjani lena ekhalayo
Indoda ifela nga Phakathi
Kodwa la kimi zivele ziqathakele
Ziqathakele
Z'vele ziqathakele
Z'vele ziqathakele
Z'vele ziqathakele
Ziqathakele
Z'vel ziqathakele
Izinyembezi
Maye bizwa amagama akhethiweyo mina elami likhona

Inside, phakathi inside.
Hhayi hhayi ungangi judge.
Hhayi hhayi (ungangi judge ungangi judge.

Maye bizwa amagama akhethiweyo mina elami lkhona
Inside, phakathi inside.
Hhayi hhayi ungangi judge.
Hhayi hhayi (ungangi judge ungangi judge.
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhon

Writer(s): Nkosingiphile Ngcobo
Lyrics powered by www.musixmatch.com