Music Video

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Sjava
Sjava
Performer
Jabulani Sihle Makhubo
Jabulani Sihle Makhubo
Rap
COMPOSITION & LYRICS
Jabulani Sihle Makhubo
Jabulani Sihle Makhubo
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Producer

Lyrics

God is on my side Anginal'uvalo Angisabi lutho Amadimoni ngzowanyathela Angisabi nix Nawe sitha sam Nak'imphilo yakho ukhohlwe yim Sonkhe sazalwa sifumbethe God is on my side Anginal'uvalo Angisabi lutho Amadimoni ngzowanyathela Angisabi nix Nawe sitha sam Nak'imphilo yakho ukhohlwe yim Sonke sazalwa sifumbethe Ngcel'ukukbonga nkosi, kuth'ungcine kwaze kwaba la Ngikhalela abangaboni, kuthi uthando lwakho luyaphilisa 'Ngthula umthwalo ngath'uyabona abengekh' ozongbambisa Akengbonge nje lapho ngingabong' okningi nj'imphilo UNkulunkulu wenz'imlingo ngemphilo yami From zero to hero wemngani wami Wathi kim yemfana thatha la nalu ukhono hamba uyobusisa abantu bami Bayakhala bayakhala (bayakhala) Sadedel' Isina Muva Buka manje liyabukwa(liyabukwa) Indlala iphelile sasutha Webafana ngyanikhuza, ngeke niyimele mayisuka Umona ifa leziphukuphuku Wesitha sami, soshayana ngezulu God is on my side Anginal'uvalo Angisabi lutho Amadimoni ngzowanyathela Angisabi nix Nawe sitha sam Nak'imphilo yakho ukhohlwe yim Sonkhe sazalwa sifumbethe God is on my side Anginal'uvalo Angisabi lutho Amadimoni ngzowanyathela Angisabi nix Nawe sitha sam Nak'imphilo yakho ukhohlwe yim Sonkhe sazalwa sifumbethe INSTRUNENTAL Ukungdlel' umona, ngtjele kuyokusiza ngani? Nom' ungangbulala ujuhlakanipha okwami nako kuyohamba nami Philel'imphilo yami, anglweli ukuba unumber one Nglwel' ukuphila, nginakekele umndeni wami Bangakhuluma bakhulume bakhulume, kuze kucege imlomo Solo ngiyiphusha kanjalo lemphilo eyiskorokoro Ngicel'okhokho bacoshe inzondo Baleth'umnotho, maHlohonolo Ath'amakholwa ungafisi okwamakhelwane wakho Neliswa yiloko lwakho God is on my side Anginal'uvalo Angisabi lutho Amadimoni ngzowanyathela Angisabi nix Nawe sitha sam Nak'imphilo yakho ukhohlwe yim Sonkhe sazalwa sifumbethe God is on my side Anginal'uvalo Angisabi lutho Amadimoni ngzowanyathela Angisabi nix Nawe sitha sam Nak'imphilo yakho ukhohlwe yim Sonkhe sazalwa sifumbethe
Writer(s): Jabulani Sihle Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi, Mfanafuthi Ruff Nkosi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out