Music Video
Credits
PERFORMING ARTISTS
The Joy
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Melokuhle Mkhungo
Lyrics
Sanele Ngcobo
Songwriter
Ntokozo Bright Magcaba Phelelani Sithole
Composer
Prince Bulo
Composer
Siphelele Sandile Hlophe
Lyrics
PRODUCTION & ENGINEERING
Ben Ash
Mixing Engineer
Two Inch Punch
Producer
Lyrics
Nom' ungahamba
Uzobuya
Sthandwa sami
Nom' ungahamba
Uzobuya
Sthandwa sami
Ngamthanda ngiqal' ukumbon' uLove
Ngavele ngachazeka, ngacel' ukumnika uthando lwami
Sasihappy, befuna ukufana nathi
Kodwa manje ungishiyile
Wena wathembisa dali
Wath' angeke ungishiye
Ungibukisa nomakhelwane
Ujabulisa izitha zami
Ohho, hho, hho
Uzobuya
Nom' ungahamba
Uzobuya
Sthandwa sami
Nom' ungahamba
Uzobuya
Sthandwa sami
Chabo bo, chabo bo, chabo bo, chabo bo
Angiyivumi lendaba
Wobuya Themba lami
Wahamb' elikanowa ijuba
Chabo bo, chabo bo, chabo bo, chabo bo
Angiyivumi lendaba
Wobuya Themba lami (buya)
Wahamb' elikanowa ijuba (buya)
Izinto azihambanga kahle
Eminyakeni edlulile
Kodwa noma kunjalo sthandwa sami
Wena ungikhethile (hlala nami)
Wahlala nami (hlala nami)
Wahlala nami (hlala nami)
Nom' ungahamba
Uzobuya (uzobuya)
Sthandwa sami (sthandwa sami)
Nom' ungahamba (nom' ungahamba)
Uzobuya (uzobuya)
Sthandwa sami (aha ha ham)
Nom' ungahamba (hamba)
Uzobuya (uzobuya sthandwa sami)
Sthandwa sami (sthandwa sami)
Nom' ungahamba (nomungahamba)
Uzobuya (uzobuya)
Sthandwa sami (sthandwa sahahaham)
Writer(s): Mkhungo Melokuhle, Sanele Ngcobo, Sandile Hlophe, Magcaba Ntokozo, Phelelani Sithole, Prince Bulo
Lyrics powered by www.musixmatch.com