album cover
Ilanga
album cover
Ilanga was released on May 12, 2023 by Warner Music Africa as a part of the album Ukhamba
AlbumUkhamba
May 12, 2023
LabelWarner Music Africa
BPM89
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy

Lyrics

[Intro]
Nhliziyo yami ngiyise, hayi
La kuphela khon'uthando, hey
Hayi lishona khona
Kodwa aliphumi khona
Hamb'ubuye s'thandwa sam
[Verse 1]
Um'ilanga liyoshona
Shona lang, shona
Hayi lishona khona
Kodwa aliphumi khona
Hamb'ubuye s'thandwa sam
[Verse 2]
Um'ilanga liyoshona
Shona langa, shona
Hayi lishona khona
Kodwa aliphumi khona
Hamb'ubuye s'thandwa sam
[Verse 3]
Ilanga maliphuma
Kwabanye liphuma namathuba amashaa
Kodwa kimi maliphuma
Empumalanga
Liphuma nothando lwethu
[Verse 4]
Ngakhula kuthiwa malishon'ilanga
Lishona nendaba zalo
Kodwa kimi malishona
Malishona, lishona nothando lwethu
[Verse 5]
Ushuni we nkabi
Um'ilanga liyoshona
Shona langa, shona
Hayi lishona khona
Kodwa aliphumi khona
Hamb'ubuye s'thandwa sam
[Verse 6]
Um'ilanga liyoshona
Shona langa, shona
Hayi lishona khona
Kodwa aliphumi khona
Hamb'ubuye s'thandwa sam
[Verse 7]
S'thandwa sam yazi ngikhala ngashayiwe
Side leso sikhathi washiya inhliziyo iphukile
Namanje mangicabanga inqondo yam isadukile
Mangivala amehlo kukhala ikhuth ngivele ngiphaphame ngiphuphile
[Verse 8]
Bathi ekhaya ungidlisile
Bathi abanye ungilahlile
Angiphike ngivela ngithula ngoba nam ngididekile
Kungenzeka sewuthathiwe
Baqinisile ungishiyile
Awuphendule impendulo ngabe ukhona osekukhethile?
[Outro]
Bayahluleka abodokodela washiya islonda esingapholi
Bathi inhliziyo inengozi mawungabuyi ngeke ingapholi
Ukuphila kwami kubaliwe
Kungenzeka ukusasa ngaliboni
Ngicela ubuye themba lami yena namhlanje lingakashoni
Written by: Dumsani Welcome Nkosi, Jabulani Makhubo, Kananelo Lazarus Mkhwanazi, Mfanafuthi Ruff Nkosi, Siyabonga Nene, Vuyo Manyike, Xolani Shabalala
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...