Music Video
Music Video
Credits
PERFORMING ARTISTS
Aymos
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Amos Babilli Shili
Songwriter
Laura Marshall
Songwriter
Michael Junior Khoza
Composer
Malusi Friday Buthelezi
Composer
Lyrics
[Intro]
Ngifisa ngabe benginalo
Kube belikhona
Eliny’ithuba lokuba nawe
Okok’gcina
[Verse 1]
Ngoba awusi valelisanga
Um'uzohamba
Awulayelanga
Besingalindelanga
[Verse 2]
Ngifisa nom'usuku
Nomzuzwana nje
Sibemunye futhi
[Verse 3]
Ukube benginawo amandla
Wokuvus'abalele
Kungaphila abaningi
Nom’usuku olodwa
Nesi bathandayo
Sibe munye futhi
[Verse 4]
Ukube besinawo amandla
Wokuvus'abalele
Kungaphila abaningi
Nom’usuku olodwa
Nesi bathandayo
Sibe munye futhi
[Verse 5]
Ngiyalukhumbul'uncumo lwakho
Nephimbo lakho, oh
Ngiyafisa ngabe
Ngabe nginawo amandla
Okuvusa abalele
Kubengaqala ngawe, ngawe
[Verse 6]
Ukube benginawo amandla
Wokuvus'abalele
Kungaphila abaningi
Nom’usuku olodwa
Nesi bathandayo
Sibe munye futhi
[Verse 7]
Usekhona nami
Ng'fun'uhlale waz'ukuthi ng'yak'khumbula
Ndawo yakho isekhona enhlizweni
Ingunaphakade, ingunaphakade
[Verse 8]
Usekhona nami
Ng'fun'uhlale waz'ukuthi ng'yak'khumbula
Ndawo yakho isekhona enhlizweni
Ingunaphakade, ingunaphakade
Written by: Amos Babilli Shili, Laura Marshall, Malusi Friday Buthelezi, Michael Junior Khoza