Lyrics

Inhliziyo yam' ukuphola mawungekho Eduze nami ngicelubuye Uzohlala nami, ngoba wena uyisiphephelo sami Laph' ukuphila kwami kukhona Ngingayaphi? Mang'suka kuwe Ngob' amadl' okuphilakuwe S'thandwa sami, ngicel' uhlale nami yeah Ngihlala ngiphupha ngawe, ngixoxa ngawe Oh! Baby ngiyakuthanda Hawu lami Bazamil' ukungihlukanisa nawe, but I know, I know Mina ngiyaz' uthanda mina ngedwa sondela Sondela, sondela, sondela Umoya wami, awuyithol' indawo Wena mawungekho eduze kwami Inqhondo yami, iyaphithana Wena mawungekho eduzekwami Impilo yami ayiphelelanga Wena mawungekho lapha kimi Umoya wami, awiyithol' indawo Wena mawungekh' eduze nami Ngithol' ifundumalo lapha kuwe Ngithol' injabulo Uban' oyoval' iskhala sakho Wena mawusuka kimi, ngiyakuthanda bambo lwami Uyikho konk' empilweni yami Uma ngisuka kuwe ngoba yini na? Moya wami, awuyithol' indawo Wena mawungekh' eduze nami Inqondo yami iyaphithana Wena mawungekh' eduze nami Impilo yami, ayiphelelanga Wena mawungekho lapha kimi Umoya wami, awuyithol' indawo Wena mawungekh' eduze kwami
Writer(s): Julie Nokulunga Naidoo, Tererai Ron Kamhiriri, Mthokozisi Comfort Msomi, Collen Ntala Mmotla, Ndumiso Wonder Luthuli Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out