album cover
Izintuthwane
album cover
Izintuthwane was released on July 23, 2023 by MELODIA Music as a part of the album Music From & Inspired By Shaka iLembe (Original Soundtrack)
BPM71
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy

Music Video

Music Video

Lyrics

Sihlushwa zintuthwane
Zimba imigodi emabaleni
Ngubani obezokufa
Ubani obezokufa
Ashone phantsi
Sihlushwa zintuthwane
Zimba imigodi emabaleni
Ngubani obezokufa
Ashone phantsi
Ngiyazibongela zitha zami
Ngoba namhlanje ngilana nje
Kungenxa yemisebenzi yenu
Beningibekele ameva nemithwalo endleleni zami
Kodwa lezoy’hlungu zingiqinisile
Ngoba namhlanje ngimile
Qhubekani ngemisebenzi yenu
Noma kunjalo ngibona impilo lapho
Qhubekani ngemisebenzi yenu
Noma kunjalo ngibona impumelelo
Sihlushwa izintuthwane
Zimba imigodi emabaleni
Ngubani obezokufa
Ngubani obezoshona
Sihlushwa zintuthwane
Zimba imgodi emabaleni
Ngubani obezokufa
Ngubani obezokufa
Ashone phantsi
Written by: Sibusiso Mnguni, Sinesipho Tiyo, Tlou Cleopas Monyepao
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...