Lyrics

Amandla akho Ngiwabonile Waze wamangalisa Umusa wakhe Ngiwubonile Waze wangibusisa Uthando lwakhe Lwangisindisa Wangi khip'esonweni Wangihlangula Futhi wangihlenga Waze wangibusisa Uuu amandla (Amandla akho) He's been a good good God (Ngiwabonile) He's been a good good God (Waze wamangalisa) Umus'ongapheli (Umusa wakho) (Ngiwubonile) (Waze wangibusisa) (Amandla akho) (Ngiwabonile) (Waze wamangalisa) (Umusa wakho) Ung'phete kahle moy'oyingcwele (Ngiwubonile) Ngiyabonga (Waze wangibusisa) Ngiza kuwe ngendumiso Ngiletha ukubonga Hallelujah udumo lukufanele Waze wamangalisa (Ngiza kuwe ngendumiso) (Ngiletha ukubonga) (Hallelujah ufanelwe) (Waze wamangalisa) (Ngiza kuwe ngendumiso) (Ngiletha ukubonga) (Hallelujah ufanelwe) (Waze wamangalisa) (Ngiyabonga, ngiyabonga) (Kung'ngenzela okuhle) (Ngiyabonga, ngiyabonga) (Waze wamangalisa) (Ngiyabonga, ngiyabonga) (Kung'ngenzela okuhle) (Ngiyabonga, ngiyabonga) (Waze wamangalisa) Ngiza kuwe (Ngiza kuwe ngendumiso) (Ngiletha ukubonga) (Hallelujah ufanelwe) (Waze wamangalisa) (Ngiza kuwe ngendumiso) (Ngiletha ukubonga) (Hallelujah ufanelwe) (Waze wamangalisa) (Waze wamangalisa) (Waze wamangalisa) (Waze wamangalisa) Amandla akho Ngiwabonile Waze wamangalisa, there's nobody like our king Futh'uthando lwakhe, ngufakazi, ngilubonile, ngufakazi uyamthwal'umuntu Waze wa-, uth'othemba kuye uyamlondoloza uyamhlenga Unqaba nami mhlekazi Amandla akhe, ngiwabonile Uyamthanda umuntu wena Uyamlondoloza umuntu wena Uyamgqina umuntu wena Uyamfihl' umuntu wena Uyamhola Uyamlondoloza othemba kuwe Bayede kuwe Ufanelwe lonk'udumo bayede Waze wamangalisa
Writer(s): Mnqobi Nxumalo, Unathi Mzekeli Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out