Lyrics

Uthando lweqiniso soze luphele Uthando okwangempela uzobanyisa Yekel' uk'funa omunye ntanda lo unaye Uthande yena yedwa Hhayi luthando lwakho lumbiyile Luphantsi lujulile (phakathi pehliziyo yami) Mina ngikusaba ungang'jikele Uma kwanele emehlweni akho Lonke uthando enginalo Ng'lubhekise kuwe sthandwa sami Lonke uthando engikunikalo Ngiyokhanyisa njalo njalo Oh, wena standwa ngiyak'dinga Ngeke ngikwazi nok'phila Ngoba manginawe ngiphelele Ngahamba omhlaba wonke Kodwa nguwe Uyangiphambanisa Uyangidida Sengiyasangana awu baba Uyangiphambanisa Uyangidida Sengiyasangana awu baba Mina ngithanda wena soze ngik'jikele Uthando okwangemphela ngeke ngik'dumaze Hhayi, nami ngithanda wena soze ngik'jikele Ngik'thanda okwangemphela ngeke ngik'dumaze Mina ngithanda wena soze ngik'jikele Uthando okwangemphela ngeke ngik'dumaze Hhayi, nami ngithanda wena soze ngik'jikele Ngik'thanda okwangemphela ngeke ngik'dumaze Mina ngithanda wena soze ngik'jikele Uthando okwangemphela ngeke ngik'dumaze Hhayi, nami ngithanda wena soze ngik'jikele Ngik'thanda okwangemphela ngeke ngik'dumaze Mina ngithanda wena soze ngik'jikele Uthando okwangemphela ngeke ngik'dumaze Hhayi, nami ngithanda wena soze ngik'jikele Ngik'thanda okwangemphela ngeke ngik'dumaze
Writer(s): Mandisa Thembani Radebe Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out