album cover
Icilongo
2,021
African
Icilongo was released on January 25, 2024 by Yazo Entertainment as a part of the album UBHOKO
album cover
AlbumUBHOKO
Release DateJanuary 25, 2024
LabelYazo Entertainment
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM160

Credits

PERFORMING ARTISTS
Mnqobi Yazo
Mnqobi Yazo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lindokuhle Mqobi Msimango
Lindokuhle Mqobi Msimango
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Vuyo Simeon , Duncan Manyike
Vuyo Simeon , Duncan Manyike
Producer

Lyrics

[Intro]
Themba lami lokuphila ngiyacela weh
Themba lami lokuphila ngiyacela weh
Ungakulinge ufike ngokuxabanisa ekhaya
Ungakulinge ufike ngokuxabanisa ekhaya
[Verse 1]
Wena ib'icilongo elihle
Icilongo elihle ntombi
Ib'icilongo elihle
Icilongo elihle ekhaya
Ub'umzwilili
Ib'icilongo elihle
Icilongo elihle ekhaya
Ub'umzwilili
[Verse 2]
Mhlampe kwezothando mina angimuhle kahle
Ngakha umuzi kuphela
Maybe ubuciko balo angibazi kahle
Kodwa ukwakha umuzi ngiyakwazi
[Verse 3]
Ngiding'inhlonipho uthando ngiyolubona ngelinye ilanga
Ngidinga isimilo kuwe ntombi
Okunye ngiyokubona ngelinye ilanga
Abanye bathi ngiyakuthanda beqamba amanga
Abanye bathi ngiyofa la ufa khona
[Verse 4]
Abanye bathi ngigcwele ngawe bechitha umuzi
Ubuhle abusho lutho nekhiwane elihle liyagcwala izibungu
Lomuzi wakithi osusele emaqeleni asiwakhe ntombi yeyi
Okuningi lokubona manje okungakalungi kubheke mina
[Verse 5]
Themba lami lokuphila ngiyacela weh
Themba lami lokuphila ngiyacela weh
Ungakulinge ufike ngokuxabanisa ekhaya
Ungakulinge ufike ngokuxabanisa ekhaya
[Verse 6]
Wena ib'icilongo elihle
Icilongo elihle ekhaya
Ib'icilongo elihle
Icilongo elihle ekhaya
Ub'umzwilile
Ib'icilongo elihle
Icilongo elihle ekhaya
Ub'umzwilile
[Outro]
Ib'icilongo, icilongo elihle
Ib'icilongo, icilongo elihle
Ib'icilongo, icilongo elihle
Ib'icilongo, icilongo elihle
Written by: Lindokuhle Mqobi Msimango
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...