Lyrics

Oh, lala Oh, lala, hhi Oh, lala Oh, kunzima ukuthanda umuntu Engenalo uthando lwakho (uthando lwakho) Oh, kunzima ukuthanda umuntu Engenalo uthando lwakho (uthando lwakho) Umunika inhliziyo yakho yonke (adlale ngayo) Umunika isikhathi sakho sonke (adlale ngaso) Angeke umenzele lutho Umuntu ongenalo uthando lwakho Angeke umenzele lutho Umuntu ongenalo uthando lwakho Angeke (angeke umenzele lutho) (Umuntu ongenalo uthando lwakho) (Angeke umenzele lutho) umenzele lutho (Umuntu ongenalo uthando lwakho) Umunika inhliziyo yakho yonke Adlale ngayo Ak'tshele ukuthi akanaso is'khathi sakho (is'khathi sakho) oh Inde lendlela yothando, umm Idinga abakwazi uk'bekezela othandweni (othandweni) oh, mhm Angeke umenzele lutho umuntu ongenalo uthando lwakho Angeke umenzele lutho (angeke umenzele lutho) Angeke umenzele lutho (umuntu ongenalo uthando lwakho) (Angeke umenzele lutho umuntu ongenalo uthando lwakho) Angeke umenzele lutho (angeke umenzele lutho) angeke umenzele lutho (Umuntu ongenalo uthando lwakho) Oh, kunzima ukuthanda umuntu Engenalo uthando lwakho (uthando lwakho) Oh, kunzima ukuthanda umuntu Engenalo uthando lwakho (uthando lwakho) Umunika inhliziyo yakho yonke (adlale ngayo) Umunika isikhathi sakho sonke (adlale ngaso) M'yekele ahambe (angeke umenzele lutho) M'yekele ahambe (umuntu ongenalo uthando lwakho) Akanalo uthando lwakho (angeke umenzele lutho) Akanalo uthando lwakho (umuntu ongenalo uthando lwakho) M'yekele ahambe (angeke umenzele lutho) m'yekele ahambe Akanalo uthando lwakho (umuntu ongenalo uthando lwakho) Angeke umenzele lutho (angeke umenzele lutho) Angeke umenzele lutho, uh
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out