album cover
Ngiyabonga
298,574
Music
Ngiyabonga was released on January 26, 2024 by Naledi Aphiwe as a part of the album Ngiyabonga - Single
album cover
Most Popular
Past 7 Days
00:20 - 00:25
Ngiyabonga was discovered most frequently at around 20 seconds into the song during the past week
00:00
00:20
00:35
00:55
01:00
01:15
01:20
01:35
01:40
01:45
01:50
02:00
02:05
02:20
02:25
02:40
02:45
02:50
03:00
03:05
03:10
03:15
03:25
03:50
00:00
04:02

Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Naledi Aphiwe
Naledi Aphiwe
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Naledi Aphiwe
Naledi Aphiwe
Songwriter
Minenhle Sandile Ngcobo
Minenhle Sandile Ngcobo
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Nhlakanipho Mabaso
Nhlakanipho Mabaso
Producer

Lyrics

[Intro]
Ey yeah, ey yeah
Ey yeah, ey yeah
Ey yeah, ey yeah
[Verse 1]
Ngibonga uNkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga uNkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi
[Verse 2]
Uma ngibuka emuva lapho engisuka khona
Baba ngiyabonga, Baba ngiyabonga
Ngokungenzele umusa ongandele bani
Wangithatha ngisemnyango
Wangibeka emsamu
[Verse 3]
Okunye engikucelayo
Ngicela amandla
Amandla okubhekana nezinqinamba
Ohambweni lwami olusha engilithathayo, ohho
[Verse 4]
Ngibonga uNkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga uNkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi
[Verse 5]
Ngibonga uthando nethuba
Engilithole kubantu bangeseka
Banginika amandla okuqhubeka
Eh yeah yeah yeah yeah yeah
[Verse 6]
Ngibonga inhlonipho engiyiphiwe uMdali
Wangenza ngathoba ngabazi abanye abantu
Ngoba angiyilutho ngaphandle kwabo, ohho
[Bridge]
Ngoba izandla, ngoba izandla ziyagezana
Ngoba izandla, ngoba izandla ziyagezana
[Verse 7]
Ngibonga uNkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga uNkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi
[Outro]
Ngibonga uNkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga uNkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi
Written by: Aphiwe Naledi Myongwana, Minenhle Sandile Ngcobo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...