Music Video

Music Video

Credits

COMPOSITION & LYRICS
Nonkanyiso Msweli
Nonkanyiso Msweli
Songwriter
Keneilwe Njuzi
Keneilwe Njuzi
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Afrawdeep
Afrawdeep
Producer

Lyrics

Sthandwa sami
Bambo lwami
Thatha nansi inhliziyo yami
Muntu wami
Swidi lami
Zula zul'ingqondo yami
Manginawe ngizizwa ngathi
Kuphelelisiwe konke ngami
Dali wami
Ngicela uzwe ngami
Uwena wedwa empilweni yami
Sthandwa sami
Muntu wami
Thanda wena
Wena wedwa
Bonke bangasho lezinto abazishoyo
Kodwa mina ngifuna wena wedwa
Wena awuyi ndawo
Enhlizweni yami unesihlalo
Wena awuyi ndawo
Enhlizweni yami unesihlalo
Imizwa yami yona izwa ngawe
Inhliziyo ufuna wena kuphela
Ithemba lami libuyiswe nguwe
Othandweni bengilahle ithemba
Kwafika wena
Lonke usizi lwaphela
Angikholwa
Ukuthi wena ungowami
Dali wami
Izandla zedlule khanda
Ngyaliqala Mina uThando olunje
Sthandwa sami
Bambo lwami
Thatha nansi inhliziyo yami
Muntu wami
Swidi lami
Zula zul'ingqondo yami
Manginawe ngizizwa ngathi
Kuphelelisiwe konke ngami
Dali wami
Ngicela uzwe ngami
Uwena wedwa empilweni yami
Sthandwa angik'deli
Sengathi singahlezi
Sihleli
Sbhekana emehlweni
Uthando lwakho angil'deli
Uletha uk'thula empilweni
Ngawe ngihappy
Enhlizweni yami uhleli
Vel'ungi beke esfubeni
Majita ngicela ningang'sheli
Ayi kabi
Aning'deservi
Dali wami
Kanti wenza ngani
Uk'lawula ingqondo yami
As'shaye iphathaphatha
Sibakhombe ukuthi uthando lunamandla
As'shaye iphathaphatha
Sibakhombe ukuthi uthando lunamandla
Oh yeah yeah yeah (oh yeah yeah)
Oh yeah yeah yeah (oh yeah yeah)
Oh yeah yeah yeah (oh yeah yeah)
Oh yeah yeah yeah (oh yeah yeah)
Sthandwa sami
Bambo lwami
Thatha nansi inhliziyo yami
Muntu wami
Swidi lami
Zula zul'ingqondo yami
Manginawe ngizizwa ngathi
Kuphelelisiwe konke ngami
Dali wami
Ngicela uzwe ngami
Uwena wedwa empilweni yami
Written by: Keneilwe Njuzi, Nonkanyiso Msweli
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...