Lyrics

Siyalibala Inkinga Ziyanda Kuyonakala Kungathi awusekho Singabayini uma siphil' ungekho Sifuna wena Sidinga wena Siyakhathazwa Kuningi kuyanda Kuyasolakala Kungathi awusekho Sizobayini uma siphil' ungekho Sifuna wena Sibiza wena Iza baba silimele Silimele laph' ekhaya Iza baba silindele Silindel' imvuselelo apha Zonke into zenziwa nguwe Zonke into ziphila kuwe Nguwena ome ngaphambi kwakho konke Ngoba yonke into yon' imi ngawe Iza baba silimele Silimele laph' ekhaya Iza baba silindele Silindel' imvuselelo apha Bayakhala Bayalila Inyembezi Bayakhala Bayalila Inyembezi Bayakhala Bayalila Inyembezi Bayakhala Bayalila Inyembezi Iza baba silimele Silimele laph' ekhaya Bayakhala Bayalila Inyembezi Bayakhala Bayalila Inyembezi Bayakhala Bayalila Inyembezi Bayakhala Bayalila Inyembezi Bayakhala Bayalila Inyembezi Bayakhala Bayalila Inyembezi Bayakhala Bayalila Inyembezi Bayakhala Bayalila Inyembezi
Writer(s): Misheck Ngorima, Nokufeza Ngwenya, Shekinah Nathan Ndlovu Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out