album cover
Amazwe
album cover
00:00
00:20
00:25
00:40
00:45
00:55
01:10
01:25
01:50
01:55
02:00
02:20
02:45
02:50
03:25
04:15
04:20
00:00
04:38
Past 7 Days
Amazwe was discovered most frequently at around 1 minutes and 25 seconds into the song during the past week

Lyrics

[Intro]
Oh mina ngibhala lencwadi
Ngiyethemba ukuthi izofika kuwe
Ngoba impilo ayisafani
Mpilo ayisafani ngaphandle kwakho
[Verse 1]
Oh mina ngibhala lencwadi
Isuka enhlizweni yami
Ooh mayifike enhlizweni yakho
Oh oh oh
[Verse 2]
Ngoba mina
Ngihambile wonke amazwe
Ngihambile wonke amazwe
Ay akekho ofana nawe
Ay ay ay akekho ofana nawe
Oh ngihambe wonke amazwe
[Verse 3]
Ngihambile wonke amazwe
Ngihambile wonke amazwe
Ay akekho ofana nawe
Ay ay ay akekho ofana nawe
Oh ngihambe wonke amazwe
[Verse 4]
Ngokwazi kwami
Ingqondo yami
Kanye nenhliziyo mmm
Sekuvumelene
Ukuthi akekho ofana nawe
[Verse 5]
Ngokwazi kwami
Usengowami
Noma bengathini
Ubambo lwami
Yebo phela nguwe dali
Yebo phela nguwe dali
[Verse 6]
Ngihambile wonke amazwe
Ngihambile wonke amazwe
Ay akekho ofana nawe
Ay ay ay akekho ofana nawe
Oh ngihambe wonke amazwe
[Outro]
Ngihambile wonke amazwe
Ngihambile wonke amazwe
Ay akekho ofana nawe
Ay ay ay akekho ofana nawe
Oh ngihambe wonke amazwe
Written by: Cwengokuhle Mbhele, Nkosazana NK. Nzama, Sanele T Sithole, Simphiwe M. Nhlangulela, Zwakele S. Mdletshe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...