Credits

PERFORMING ARTISTS
Mthizo
Mthizo
Performer
Themba Nko
Themba Nko
Rap
COMPOSITION & LYRICS
Themba Nko
Themba Nko
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
SPeeKa
SPeeKa
Producer

Lyrics

Chorus
Ungahamba ubuye, angeke um'thole omunye
Oyenza kanje
Elangeni k'mele ubuze ntwana
Ungezwa bathi
Ungaze uvuthe noma ubani ngithi
Angeza manje
Njenga manje
Ubatshele ukuthi ngitheNamanje!
Verse 1
Uzozwa ngathi uyasha kanti sow'shile
Uzozwa ngathi uyafa
Kanti vele sow'file (mrepha)
Forfeit! Ngoba vele sow'dliwe
Nis'robhile, manje nathi s'fika ses'khokhile
U-bribe amaGatekeeper mina ngingena guns blazing
Kule load shedding, ama sekzana can't tase me
(Nah!)
Akunagesi and if they try chase me
Bazozwa ngomlilo phela ng'khule ng'shay' iketi
And ngikhule ng'shay' ithezi
(Wooo!)
What a combination
USpeeka ung'gaye insimbi wathi ng'khombe iNation
Wang'nika namaCassette, ngathi iCompilation
Ng'terrorize ng'shiye abogata ba Comb' iNation
Maw'thath' uk'bheka vele ngiyafuneka
Ngoba mak'mele nishukumise niyahluleka
Mas'ngena bazozwa ngathi kau khululeka
Bathi uphetheni lo?
Wangena kwathuleka.
Chorus
Ungahamba ubuye, angeke um'thole omunye
Oyenza kanje
Elangeni k'mele ubuze ntwana
Ungezwa bathi
Ungaze uvuthe noma ubani ngithi
Angeza manje
Njenga manje
Ubatshele ukuthi ngitheNamanje!
Verse 2
Isase lapho, s'qhubeka la s'gcine khona
Lento k'mele ithenge amadladla, ub'khazikhazi ney'moto
Ufun' iBeef wena? Uhlanyiswa abafazi nenkomo
Lana kuseGoli san ayipheli kuohela amazinyo endoda
Ey! Sphukuphuku suka
Ayikho mnandi meyiba inkunzi
K'suke ubzukuzuku
K'shuthi negazi seliba umhluzu
Imigulukudu, ifun' inyuku ngamabhulukudu
Uzothi duku-duku uthuke
Uphaphame selimathunzi
(Washa!)
Washa amadamu anamanzi
Boma Keyser Soze boy umsaba ungamazi
Lento igijima egazini so uthanda ungathandi
Uzoz'thola sow'phakamisa izandla
Ucabuza phansi
Nx ey, mamela lento soyenza ngenkani
Phez'kwe beat ngathi ng' conduct' iOchestra ngeGun
And uyibhasope lento yam, isengadedela one
And just like that, sengil'bulele iVerse and I'm done
(Ha!)
Chorus
Ungahamba ubuye, angeke um'thole omunye
Oyenza kanje
Elangeni k'mele ubuze ntwana
Ungezwa bathi
Ungaze uvuthe noma ubani ngithi
Angeza manje
Njenga manje
Ubatshele ukuthi ngitheNamanje!
Bridge
(Whistle)
Interpolation: Brenda Fassie Jiva
Outro
Ya sho! Yizo Mthizo noSPeeKa!
Namanje boy, haha!
Yazi
Kunento engingay' understand-i
Ukuthi
Why kanti manje sek'mele sideleleke
Why kanti manje sek'mele silandelele
Why kanti manje sek'mele siy'nwebe
Ngoba uyazi lento imnandi mek'cula iy'gelekeqe
K'cula iy'gelekeqe
Ntwana k'cula iy'gelekeqe
Thul' ubhekelele
Wena thul' ubhekelele
Written by: Themba Nko
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...