Credits
PERFORMING ARTISTS
Njilour
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lindokuhle Mqobi Msimango
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Siyabonga Mkhize
Producer
Lyrics
Zaaaaaaataaaaaaaaa tilalala
Taliiii lilililili
Zatalilaliiii yiiiiiii
Chorus
Ngabe niyakubona yini ukuzama kwami
Ngisebenzile, Ngisebenzile kodwa, ngisebenzile
Ngabe niyakubona yini ukuzama kwami
Ngisebenzile, Ngisebenzile ngisebenzile
Ngabe niyazibona yin ithukuthuku zami
Ngisebenzile, Ngisebenzile, Ngisebenzile
Ngabe niyazibona yin ithukuthuku zami
Ngisebenzile, Ngisebenzile, Ngisebenzile
Verse 1
Imizamo yam’ iyabonakala
La nginyathele khona kusalumaka
Ngkhumbula kuphelamandla kwaba mnyama
Kodwa ngasebenza kwaze kwakhanya
La kungena Qhude khona impela ksazokhanya
Kukhanye, kukhanye
La kungena Qhude khona impela ksazokhanya
Kukhanye, kukhanye
Chorus
Ngabe niyakubona yini ukuzama kwami
Ngisebenzile, Ngisebenzile kodwa ngisebenzile
Ngabe niyakubona yini ukuzama kwami
Ngisebenzile, Ngisebenzile ngisebenzile
Ngabe niyazibona yin ithukuthuku zami
Ngisebenzile, Ngisebenzile, Ngisebenzile
Ngabe niyazibona yin ithukuthuku zami
Ngisebenzile, Ngisebenzile, Ngisebenzil
Verse 2
Bengicela ningibongiseni ningijabuliseni
Bese nisusa umona esweni
Aw Bengicela ningibongiseni ningijabuliseni
Bese nisusa umona esweni
La kungena Qhude khona impela ksazokhanya
Kukhanye, kukhanye
La kungena Qhude khona impela ksazokhanya
Kukhanye, kukhanye
Chorus
Ngabe niyakubona yini ukuzama kwami
Ngisebenzile, Ngisebenzile kodwa ngisebenzile
Ngabe niyakubona yini ukuzama kwami
Ngisebenzile, Ngisebenzile ngisebenzile
Ngabe niyazibona yin ithukuthuku zami
Ngisebenzile, Ngisebenzile, Ngisebenzile
Ngabe niyazibona yin ithukuthuku zami
Ngisebenzile, Ngisebenzile, Ngisebenzile
Ngabe niyakubona yini ukuzama kwami
Ngisebenzile, Ngisebenzile kodwa ngisebenzile
Written by: Lindokuhle Mqobi Msimango