album cover
HHMM
117
Hip-Hop/Rap
HHMM was released on July 4, 2024 by 7532307 Records DK as a part of the album Sabo
album cover
AlbumSabo
Release DateJuly 4, 2024
Label7532307 Records DK
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM132

Music Video

Music Video

Credits

Lyrics

Ngikulamahlathi amnyama elika dikadika leli bhova
Sengihamba nomoya wezikhova
Ngijikisa umqala kwi ntombi ka lova
This energy is far from over
I know it's sad when I'm sober
Two beers ngiyawubona
Kodwa bengifuna okuya ngakhona
Nethumbu lapho belikhala kodwa si-trap kunjalo ungabona
Ugh, ugh Sebeyangigcona
Mina ngifike iphashile ngayigcoba
Nina enivala amasango niyaxoka
Ugh nisazogoba,
Ngaleli khono izulu lahloma
Izinsimbi zika Jabz umfana uyayitona
Hey Hey ngathi kubi
Uhamba negagasi wonke lomkhumbi
INtungwa elivunywe iHlubi
They want heat abatheze izinkuni
Lalela inhliziyo mfethu ungaqubi,
Ngeke ziyinkonkothe ikari engadumi
Ugh Hhmm
Ugh Hhmm
Ugh Hhmm
Hey ngikwi movie
Ngathi uWesley Snipes ungabuzi
Sengaba nesithunzi
Ngisho sengigqoke nombala ophuzi
Futhi ungangikhuzi
Ngalo goni besinquma imbuzi
Inyama ihlukana nesikhumba wena lama inside musa
Ukuwaxuba
Bathe Hip Hop is dead eMzansi, amanga aluhlaza cwe
Ngayithumba
Ngizothi akakhombe ithuna,
Awumtshele elami ithuba
Bayathuka
Ile nduku ebengifihle kulo mquba
Manje ngishaya kwasani lo unenkani
Sizomubhoboza isifuba
Nakwi fruit amakhasi ngiyahluba
Uma ngenza nje ha mfana kuyashuba
Ugh hhmm
Ugh hhmm
Ugh hhmm
Written by: Nzuzo Ayanda Kumalo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...