album cover
Umusa
album cover
00:00
00:05
00:35
00:50
00:55
01:05
01:35
01:40
02:20
02:35
02:40
03:10
03:15
03:35
03:50
04:15
04:50
00:00
05:07
Past 7 Days
Umusa was discovered most frequently at around 1 minutes and 35 seconds into the song during the past week

Lyrics

[Verse 1]
Uma bhekisimo
Salaph' engivela khona
Bewungeke uvume
Ukuthi kuyoze kulunge
Akukho okungadluli
Isicalo asicacisi uhambo lwami
[Verse 2]
Nezimo engizohlangabezan nazo endleleni
Kunameva
Kuphind kuyenhlele
Kuyakhanya
Kuphinde kube mnyama
[Verse 3]
Sengiyophakamisel' amehlo ami ezitabeni usizo lwami luvela khona
Sengiyophakamisel' amehlo ami ezitabeni usizo lwami luvela khona
Konke kungumusa
Umusa wakho
Konke kungumusa
Umusa wakho
Konke kungumusa
Umusa wakho
Konke kungumusa
Umusa wakho
[Verse 4]
Sibani sami
Uyisiqalo nesiphetho wena
UnguSonini Nanini
Uyisiqalo nesiphetho wena
UnguSonini Nanini
Sibani sami
Oh ayisikho ukwazi kwami
Nokuqonda kwami
Konke kungumusa
Umusa wakho
Konke kungumusa
Umusa wakho
Konke kungumusa
Umusa wakho
[Verse 5]
Ukulala kwami
Nokuvuka kwami
Konke enginakho
Ngiyikho
Apho ungamandla wami
[Verse 6]
Umusa wakho
Sibani sami
Sengiyophakamisel' amehlo ami ezitabeni usizo lwami luvela khona
Sengiyophakamisel' amehlo ami ezitabeni usizo lwami luvela khona
Konke kungumusa
Umusa wakho
Konke kungumusa
Umusa wakho
Written by: Amos Shili, nokubonga nokwanda zulu

Loading...