album cover
album cover
IQINISO was released on September 27, 2024 by Qwelfontein Entertainment as a part of the album OHLAZA
AlbumOHLAZA
September 27, 2024
LabelQwelfontein Entertainment
LanguageEnglish
BPM199
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy

Music Video

Music Video

Lyrics

Ezweni alikho iginiso
Sengathi futhi impilo igovu
Uyazi ukuze spheke soh
Bekmele seloku s'shiswa itofu
Noma lingaveli ijuphane syasebenzaa
Noma ngiphelelwa ijubane ngizobangena
Lempile igcwele inxethenxethe, ihhosha, amahlathi kodwa angsabi lutho Mina nezami ngaphandle sama freedom fighter slwela ubandlululo
Intombi kabani Lena ezama ukung'Saucela
Bengingelutho manje bayangfuna oPamela
Manje eKZN they want a photo
Mfana Ohlaza wayeshilo Kwik Oh No
Wempilo wam'nandi soh?
Sel'seduze imiliyoni
Aybo weGoli ekhaya meng'fika ngzobatshela ngawe
Ohlaza uyi breadwinner ekhaya itafula ngyal'deka nami
Ezweni alikho iginiso
Sengathi futhi impilo igovu
Uyazi ukuze spheke soh
Bekmele seloku s'shiswa itofu
Noma lingaveli ijuphane syasebenzaa
Noma ngphelelwa ijuban ngzobangena
Weh ndonga ziyaduma unezimanga ngiyakutshela
Ushitshe impilo yami
Wangivula amehlo nga-ngamamenemene
Nama ex a-asefuna ukubuya
Hai sebebulawa ifomo
Izigemegeme ngiyakutshela
Ngicela ukuthatha ithuba ngibonge uMaCele
Leli iphimbo elimtoti livela kuye
Ezweni
Alikho iqiniso
Ezweni alikho iginiso
Sengathi futhi impilo igovu
Uyazi ukuze spheke soh
Bekmele seloku s'shiswa itofu
Noma lingaveli ijuphane syasebenzaa
Noma ngphelelwa ijuban ngzobangena
Written by: Bongumenzi Gumede, Mbulelo Pearl Mzobe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...