album cover
Zithande
2,209
Dance
Zithande was released on March 17, 2023 by The House of Thom as a part of the album Zithande - Single
album cover
Release DateMarch 17, 2023
LabelThe House of Thom
LanguageEnglish
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM84

Credits

PERFORMING ARTISTS
Thami Durbz
Thami Durbz
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Loyiso Theophilus Gwanya
Loyiso Theophilus Gwanya
Composer
Thami Celinhlahla Nzuza
Thami Celinhlahla Nzuza
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Loyiso Theophilus Gwanya
Loyiso Theophilus Gwanya
Producer

Lyrics

WeboSisi bethu nina yekelan ukzehlis'ithunzi
Yekani ukuvumela labafana baluthenge ngemal'uthando kini
Webo Dadebethu nina yekelani ukuz'lulaz' isdima
Yekani ukuz'jwayez' ukuthi iNgwe lana kini idla ngamabala nje
Akeni z'thandeehhheh
Akeni z'thandeehhheh
Akeni z'thandeehhheh
Akeni z'thandeehhheh
Nganezakweth' anoqaphel indlala
Izoniqhatha naBafana benidlale
Awufun' ukbizwa ngekati lendawo
Qhoqhobal' ismilo sakho
Ungabaniki noma sebethi benzani
Nom'esefika nemali neymoto
Umayekthand' uzok'bekezelela nje
Abeyiscefe ekbhalel' umblueticke
Futhi aklinde ubewala uzuvume
Ngob'uyaz easy come easy go
WeboSisi bethu nina yekelan ukzehlis'ithunzi
(Wooh)
Yekani ukuvumela labafana baluthenge ngemal'uthando kini
(Ngemal'thando kini)
WeboDadebethu nina yekelani ukuz'lulaz'isdima
Yekani ukuz'jwayez' ukuthi iNgwelana kini idla ngamabala nje
(Idla ngamabala nje woohoo)
Akeni z'thandeehhheh
(Uthando nenhlonipho Yikon'enikdingayo)
Akeni z'thandeehhheh
(Yikon'esikdingayo kuze sin' thande Sin' Hloniphe)
Akeni z'thandeehhheh
(Uthando nenhlonipho yikon'esik'dingayo)
Akeni z'thandeehhheh
(Yikon'enik'dingayo kuze sin' thande Sin' Hloniphe)
Usthathaph' isibindi sokumb' eqolo
Ungakwazi nokuziqhenya ngeqolo
Utshikiz' utshakadule ngeqolo lakho
(Aw hhaw hhawu)
Konk' okuy' gugu kutholwa kanzima
Uyimbokode yeGolide emayini
Awuziqaje uziqhenye estradini nawe
(Wuwoh wuwohh)
Mtshele akunaNkomo yathintwa kungena Nkomo la
Atatazele ajuluke uswayini
Azey'khiphe zihambe ngolayini zonke
(Wuwohh hhooh)
WeboSisi bethu nina yekelan ukzehlis'ithunzi
(Wooh)
Yekani ukuvumela labafana baluthenge ngemal'uthando kini
(Ngemal'thando kini)
WeboDadebethu nina yekelani ukuz'lulaz'isdima
Yekani ukuz'jwayez' ukuthi iNgwelana kini idla ngamabala nje
(Idla ngamabala nje woohoo)
Akeni z'thandeehhheh
(Uthando nenhlonipho Yikon'enikdingayo)
Akeni z'thandeehhheh
(Yikon'esikdingayo kuze sin' thande Sin' Hloniphe)
Akeni z'thandeehhheh
(Uthando nenhlonipho yikon'esik'dingayo)
Akeni z'thandeehhheh
(Yikon'enik'dingayo kuze sin' thande Sin' Hloniphe futhi)
Written by: Loyiso Theophilus Gwanya, Thami Celinhlahla Nzuza
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...