album cover
Amaphiko
8,778
Music
Amaphiko was released on January 27, 2023 by 1020 Cartel as a part of the album Isibuko
album cover
AlbumIsibuko
Release DateJanuary 27, 2023
Label1020 Cartel
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM89

Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Sjava
Sjava
Vocals
Saudi
Saudi
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Jabulani Makhubo
Jabulani Makhubo
Lyrics
Anele Mbishe
Anele Mbishe
Lyrics
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Producer

Lyrics

[Intro]
K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' umuntu wakho ungazi
Kuth' uyimiseleni ngawe
K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' umuntu wakho ungazi
Kuth' uhleleni ngawe
[Verse 1]
Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma
Uyamb' awusabuyi
Uz'ufike emnyango ungavinjiwe
Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma, uyahamba
Uz'ufike emnyango ungavinjwe
[Verse 2]
Uyobona lapho
Ukuthi akusiz' ukuduba
Kodwa ub'ungancengiwe
Uyobona lapho
Ukuthi akusizi ukuduba
Kodwa ub'ungancengiwe
[Verse 3]
Why ungibuz' ukuthi I won’t fight for you
Futh' uwena othe langaphandle khona abangcono
Mina I don’t deserve you
Manje ung'fonela udakiwe ngabo 3 ek'seni
Ujuthwa u-summer walker
Uyangthuka ufuna silwe sorry
I dont need that energy
No woman no cry, woman no cry
Ngidlala u-Bob marley on repeat, peace
[Verse 4]
K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' umuntu wakho ungazi
Kuth' uyimiseleni ngawe
K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' umuntu wakho ungazi
Kuth' uhleleni ngawe
[Verse 5]
Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma
Uyamb' awusabuyi
Uz'ufike emnyango ungavinjiwe
Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma, uyahamba
Uz'ufike emnyango ungavinjwe
[Verse 6]
I will never fight you ngeke ngik’vimbe
I really hope ungcono ke lomtholile
Akafani nami, fani nami
Akafani nami
Fani nami
[Verse 7]
How am I at fault wuwe okhethile
Ngizobe ngikulandelelani
It's not like ungimemile
Nge’ngikhone I can’t
Argue nawe ngeke ngilunge
Sisi uzoziphikisa uz'ukhathale angikho lapho
[Verse 8]
K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' umuntu wakho ungazi
Kuth' uyimiseleni ngawe
K'thiw' ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
K'thiw' umuntu wakho ungazi
Ukuth' uhleleni ngawe
[Verse 9]
Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma
Uyamb' awusabuyi
Uz'ufike emnyango ungavinjiwe
Uzoth' uthath' intozakho wena uyaphuma, uyahamba
Uz'ufike emnyango ungavinjwe
[Outro]
I am not a player
Ngine habit yokushela
Nge’ngikhone ukuk’khalela
I will be on to the next one
Calm down ukhalelani
Nayi i-Twinsaver
I am not gonna save you
Zama i-police station
Hhay ukuthi angikufateli
Ukuthi angik’ncengi
Who gonna replace me
Ngiyakutshela I'm not asking
Written by: Anele Mbishe, Jabulani Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...