album cover
Imoto
album cover
Imoto was released on July 29, 2025 by The House of Thom as a part of the album Busisiwe 2.0
July 29, 2025
LabelThe House of Thom
BPM
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy

Music Video

Music Video

Lyrics

[Intro]
Ngiyamthanda nje, uyangichaza
[Verse 1]
Ngicela nimtshele ngisendleleni
Sengizomthinta emoyeni
Thando lwakhe lungishaya dizzy
Mangingenaye angipheleli
Nasebusuku angilele
Thando lwakhe lungikhipa busy
[Verse 2]
Shay' imoto
Ngiyobona lovey wami sibe-together
You're my forever
Mina ngithanda wena dali wami owangempela
[Verse 3]
Shay' imoto
Ngiyobona lovey wami sibe together
You're my forever
Mina ngithanda wena dali wami owangempela
[Verse 4]
Ngempela sengiyaphuthuma
Ukuthi ngifike kuwe, dali, ngiyak'khumbula
Noma bethetha mina anginandaba
Mangibona wena, dali, ngizovuya
Ngoba nguwe engimdingayo, oh my
Ngeke kulunge uma ungekho
Nguwe engimdingayo, oh my
[Verse 5]
Ngicela senze oMini-Me
Dali sandise umndeni kini
Angak'boni, lingashoni emini
Dali angihlezi ngikulindile
But I don't wanna be alone
Dali buya, would you come on over?
[Verse 6]
Shay' imoto
Ngiyobona lovey wami sibe-together
You're my forever
Mina ngithanda wena dali wami owangempela
Shay' imoto
Ngiyobona lovey wami sibe together
You're my forever
[Verse 7]
Ngempela sengiyaphuthuma
Ukuthi ngifike kuwe, dali, ngiyak'khumbula
Noma bethetha mina anginandaba
Mangibona wena, dali, ngizovuya
Ngoba nguwe engimdingayo, oh my
Ngeke kulunge uma ungekho
Nguwe engimdingayo, oh my
[Outro]
Ngempela sengiyaphuthuma
Ukuthi ngifike kuwe, dali, ngiyak'khumbula
Noma bethetha mina anginandaba
Mangibona wena, dali, ngizovuya
Ngoba nguwe engimdingayo, oh my
Nguwe engimdingayo, oh my
Written by: Busisiwe Thwala, Phikolozi Judgement Bam
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...